< Psaltaren 67 >
1 En Psalmvisa, till att föresjunga på strängaspel. Gud vare oss nådelig, och välsigne oss; han låte sitt ansigte lysa oss; (Sela)
Kumqondisi wokuhlabela. Kutshaywa iziginci. Ihubo. Ingoma. Sengathi uNkulunkulu angaba lomusa kithi asibusise akhazimulise ubuso bakhe kithi,
2 Att vi på jordene måge känna hans väg, ibland alla Hedningar hans salighet.
ukuze izindlela zakho zaziwe emhlabeni, insindiso yakho kuzozonke izizwe.
3 Gud, dig tacke folk; all folk tacke dig.
Sengathi abantu bangakudumisa, Oh Nkulunkulu; sengathi bonke abantu bangakudumisa.
4 Folken fröjde sig och glädjes, att du dömer folken rätt, och regerar folken på jordene. (Sela)
Sengathi izizwe zingajabula zihlabele ngentokozo, ngoba wena ubusa abantu ngokulunga ukhokhele izizwe zomhlaba.
5 Gud, dig tacke folk; all folk tacke dig.
Sengathi bonke abantu bangakudumisa Oh Nkulunkulu; sengathi abantu bonke bangadumisa wena.
6 Landet gifver sina frukt. Gud, vår Gud välsigna oss.
Lapho-ke umhlaba uzathela isivuno, uNkulunkulu, uNkulunkulu wethu, uzasibusisa.
7 Gud välsigne oss, och all verlden frukte honom.
UNkulunkulu uzasibusisa, kuthi yonke imikhawulo yomhlaba izamesaba.