< Ingoma Yezingoma 1 >

1 Ingoma yezingoma engekaSolomoni.
The Song of Songs, that [is] Solomon's.
2 Kangange ngokwanga komlomo wakhe; ngoba uthando lwakho lungcono kulewayini.
Let him kiss me with kisses of his mouth, For better [are] thy loves than wine.
3 Ngenxa yephunga lamagcobo akho amnandi, ibizo lakho linjengamagcobo athululiweyo; ngakho-ke izintombi ziyakuthanda.
For fragrance [are] thy perfumes good. Perfume emptied out — thy name, Therefore have virgins loved thee!
4 Ngidonsa, sizagijima emva kwakho; inkosi ingingenise emakamelweni ayo; sizajabula sithokoze kuwe, sikhumbule uthando lwakho okwedlula iwayini; abaqondileyo bayakuthanda.
Draw me: after thee we run, The king hath brought me into his inner chambers, We do joy and rejoice in thee, We mention thy loves more than wine, Uprightly they have loved thee!
5 Ngimnyama, kodwa ngimuhle, madodakazi eJerusalema, njengamathente eKedari, njengamakhetheni kaSolomoni.
Dark [am] I, and comely, daughters of Jerusalem, As tents of Kedar, as curtains of Solomon.
6 Lingangibukeli ngoba ngimnyama, ngoba ilanga lingitshisile. Abantwana bakamama bangizondela, bangenza umlindikazi wezivini; isivini sami esingesami kangisilindanga.
Fear me not, because I [am] very dark, Because the sun hath scorched me, The sons of my mother were angry with me, They made me keeper of the vineyards, My vineyard — my own — I have not kept.
7 Ngitshela, wena umphefumulo wami okuthandayo, ukuthi welusela ngaphi, uphumuza ngaphi umhlambi emini; ngoba kungani ngizakuba njengozulayo ngasemihlanjini yabangane bakho?
Declare to me, thou whom my soul hath loved, Where thou delightest, Where thou liest down at noon, For why am I as one veiled, By the ranks of thy companions?
8 Uba ungazi, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazana, phuma wena ngezinyathelo zomhlambi, welusele amazinyane akho phansi kwamadumba abelusi.
If thou knowest not, O fair among women, Get thee forth by the traces of the flock, And feed thy kids by the shepherds' dwellings!
9 Ngikufananise lebhizakazi ezinqoleni zikaFaro, mthandwa wami.
To my joyous one in chariots of Pharaoh, I have compared thee, my friend,
10 Izihlathi zakho zinhle phakathi kwemiceciso, intamo yakho ngezigqizo.
Comely have been thy cheeks with garlands, Thy neck with chains.
11 Sizakwenzela imiceciso yegolide lamaqhubu esiliva.
Garlands of gold we do make for thee, With studs of silver!
12 Inkosi isesetafuleni layo ledili inadi yami yakhupha iphunga layo.
While the king [is] in his circle, My spikenard hath given its fragrance.
13 Isithandwa sami kimi siyisamba semure; sizalala phakathi kwamabele ami ebusuku.
A bundle of myrrh [is] my beloved to me, Between my breasts it lodgeth.
14 Isithandwa sami kimi silihlukuzo lesihlahla sehena ezivinini zeEngedi.
A cluster of cypress [is] my beloved to me, In the vineyards of En-Gedi!
15 Khangela, umuhle, mthandwa wami, khangela, umuhle, amehlo akho angawamajuba.
Lo, thou [art] fair, my friend, Lo, thou [art] fair, thine eyes [are] doves!
16 Khangela, umuhle, sithandwa sami, isibili uyathokozisa. Lombheda wethu uluhlaza.
Lo, thou [art] fair, my love, yea, pleasant, Yea, our couch [is] green,
17 Imijabo yezindlu zethu yimisedari, intungo zethu ngezefiri.
The beams of our houses [are] cedars, Our rafters [are] firs, I [am] a rose of Sharon, a lily of the valleys!

< Ingoma Yezingoma 1 >