< Ingoma Yezingoma 1 >

1 Ingoma yezingoma engekaSolomoni.
The Song of Songs, that [is] of Solomon.
2 Kangange ngokwanga komlomo wakhe; ngoba uthando lwakho lungcono kulewayini.
Let him kiss me with kisses of his mouth, For better [are] your loves than wine.
3 Ngenxa yephunga lamagcobo akho amnandi, ibizo lakho linjengamagcobo athululiweyo; ngakho-ke izintombi ziyakuthanda.
For fragrance [are] your good perfumes. Perfume emptied out—your name, Therefore have virgins loved you!
4 Ngidonsa, sizagijima emva kwakho; inkosi ingingenise emakamelweni ayo; sizajabula sithokoze kuwe, sikhumbule uthando lwakho okwedlula iwayini; abaqondileyo bayakuthanda.
Draw me: we run after you, The king has brought me into his inner chambers, We delight and rejoice in you, We mention your loves more than wine, Uprightly they have loved you!
5 Ngimnyama, kodwa ngimuhle, madodakazi eJerusalema, njengamathente eKedari, njengamakhetheni kaSolomoni.
I [am] dark and lovely, daughters of Jerusalem, as tents of Kedar, as curtains of Solomon.
6 Lingangibukeli ngoba ngimnyama, ngoba ilanga lingitshisile. Abantwana bakamama bangizondela, bangenza umlindikazi wezivini; isivini sami esingesami kangisilindanga.
Do not fear me, because I [am] very dark, Because the sun has scorched me, The sons of my mother were angry with me, They made me keeper of the vineyards, My vineyard—my own—I have not kept.
7 Ngitshela, wena umphefumulo wami okuthandayo, ukuthi welusela ngaphi, uphumuza ngaphi umhlambi emini; ngoba kungani ngizakuba njengozulayo ngasemihlanjini yabangane bakho?
Declare to me, you whom my soul has loved, Where you delight, Where you lie down at noon, For why am I as one veiled, By the ranks of your companions?
8 Uba ungazi, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazana, phuma wena ngezinyathelo zomhlambi, welusele amazinyane akho phansi kwamadumba abelusi.
If you do not know, O beautiful among women, Go forth by the traces of the flock, And feed your kids by the shepherds’ dwellings!
9 Ngikufananise lebhizakazi ezinqoleni zikaFaro, mthandwa wami.
To my joyous one in chariots of Pharaoh, I have compared you, my friend,
10 Izihlathi zakho zinhle phakathi kwemiceciso, intamo yakho ngezigqizo.
Your cheeks have been lovely with garlands, your neck with chains.
11 Sizakwenzela imiceciso yegolide lamaqhubu esiliva.
We make garlands of gold for you, with studs of silver!
12 Inkosi isesetafuleni layo ledili inadi yami yakhupha iphunga layo.
While the king [is] in his circle, My spikenard has given its fragrance.
13 Isithandwa sami kimi siyisamba semure; sizalala phakathi kwamabele ami ebusuku.
A bundle of myrrh [is] my beloved to me, Between my breasts it lodges.
14 Isithandwa sami kimi silihlukuzo lesihlahla sehena ezivinini zeEngedi.
A cluster of cypress [is] my beloved to me, In the vineyards of En-Gedi!
15 Khangela, umuhle, mthandwa wami, khangela, umuhle, amehlo akho angawamajuba.
Behold, you [are] beautiful, my friend, Behold, you [are] beautiful, your eyes [are] doves!
16 Khangela, umuhle, sithandwa sami, isibili uyathokozisa. Lombheda wethu uluhlaza.
Behold, you [are] beautiful, my love, indeed, pleasant, Indeed, our bed [is] green,
17 Imijabo yezindlu zethu yimisedari, intungo zethu ngezefiri.
The beams of our houses [are] cedars, Our rafters [are] firs, I [am] a rose of Sharon, a lily of the valleys!

< Ingoma Yezingoma 1 >