< Amahubo 67 >

1 Nkulunkulu, woba lomusa kithi usibusise, ukhanyise ubuso bakho phezu kwethu. (Sela)
لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ عَلَى «ذَوَاتِ ٱلْأَوْتَارِ». مَزْمُورٌ. تَسْبِيحَةٌ لِيَتَحَنَّنِ ٱللهُ عَلَيْنَا وَلْيُبَارِكْنَا. لِيُنِرْ بِوَجْهِهِ عَلَيْنَا. سِلَاهْ.١
2 Ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni, usindiso lwakho ezizweni zonke.
لِكَيْ يُعْرَفَ فِي ٱلْأَرْضِ طَرِيقُكَ، وَفِي كُلِّ ٱلْأُمَمِ خَلَاصُكَ.٢
3 Kazikudumise izizwe, Nkulunkulu, kabakudumise abantu bonke.
يَحْمَدُكَ ٱلشُّعُوبُ يَا ٱللهُ. يَحْمَدُكَ ٱلشُّعُوبُ كُلُّهُمْ.٣
4 Izizwe kazijabule zihlabele ngentokozo, ngoba uzabahlulela abantu ngokuqonda, uhole izizwe emhlabeni. (Sela)
تَفْرَحُ وَتَبْتَهِجُ ٱلْأُمَمُ لِأَنَّكَ تَدِينُ ٱلشُّعُوبَ بِٱلِٱسْتِقَامَةِ، وَأُمَمَ ٱلْأَرْضِ تَهْدِيهِمْ. سِلَاهْ.٤
5 Kazikudumise izizwe, Nkulunkulu, kabakudumise abantu bonke.
يَحْمَدُكَ ٱلشُّعُوبُ يَا ٱللهُ. يَحْمَدُكَ ٱلشُّعُوبُ كُلُّهُمْ.٥
6 Umhlaba uzathela izithelo zawo; uNkulunkulu, uNkulunkulu wethu uzasibusisa.
ٱلْأَرْضُ أَعْطَتْ غَلَّتَهَا. يُبَارِكُنَا ٱللهُ إِلَهُنَا.٦
7 UNkulunkulu uzasibusisa, layo yonke imikhawulo yomhlaba izamesaba.
يُبَارِكُنَا ٱللهُ، وَتَخْشَاهُ كُلُّ أَقَاصِي ٱلْأَرْضِ.٧

< Amahubo 67 >