< Amahubo 32 >

1 Ubusisiwe lowo osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisitshekelwe.
لِدَاوُدَ. مَزْمُورٌ تَعْلِيمِيٌّ. طُوبَى لِلَّذِي غُفِرَتْ آثَامُهُ وَسُتِرَتْ خَطَايَاهُ.١
2 Ubusisiwe umuntu iNkosi engambaleli ububi, lokungekho inkohliso emoyeni wakhe.
طُوبَى لِلرَّجُلِ الَّذِي لَا يَحْسِبُ لَهُ الرَّبُّ خَطِيئَةً، وَلَيْسَ فِي رُوحِهِ غِشٌّ.٢
3 Lapho ngathula, amathambo ami aguga ngenxa yokubhonga kwami usuku lonke.
حِينَ سَكَتُّ عَنِ الاعْتِرَافِ بِالذَّنْبِ بَلِيَتْ عِظَامِي فِي تَأَوُّهِي النَّهَارَ كُلَّهُ،٣
4 Ngoba emini lebusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami; ubumanzi bami baguqulelwa ekomeni kwehlobo. (Sela)
فَقَدْ كَانَتْ يَدُكَ ثَقِيلَةً عَلَيَّ نَهَاراً وَلَيْلاً، حَتَّى تَحَوَّلَتْ نَضَارَتِي إِلَى جَفَافِ حَرِّ الصَّيْفِ٤
5 Ngakwazisa isono sami, kangifihlanga isiphambeko sami, ngathi: Ngizavuma ngeziphambeko zami eNkosini. Wena wasuthethelela icala lesono sami. (Sela)
أَعْتَرِفُ لَكَ بِخَطِيئَتِي، وَلَا أَكْتُمُ إِثْمِي. قُلْتُ: أَعْتَرِفُ لِلرَّبِّ بِمَعَاصِيَّ، حَقّاً صَفَحْتَ عَنْ إِثْمِ خَطِيئَتِي٥
6 Ngenxa yalokhu ngulowo lalowo owesaba uNkulunkulu uzakhuleka kuwe ngesikhathi ongatholwa ngaso. Isibili, esikhukhuleni samanzi amakhulu kawayikufinyelela kuye.
لِهَذَا لِيَعْتَرِفْ لَكَ كُلُّ تَقِيٍّ بِخَطَايَاهُ وَقْتَمَا يَجِدُكَ فلَا تَبْلُغَ إِلَيْهِ سُيُولُ التَّجَارِبِ الطَّامِيَةِ.٦
7 Wena uyindawo yami yokucatsha, uyangilondoloza ekuhluphekeni, ungiphahle ngamahubo okukhululwa. (Sela)
أَنْتَ سِتْرٌ لِي، فِي الضِّيقِ تَحْرُسُنِي. بِتَرَانِيمِ بَهْجَةِ النَّجَاةِ تُطَوِّقُنِي.٧
8 Ngizakulaya ngikufundise endleleni ozahamba ngayo, ngizakweluleka, ilihlo lami libe phezu kwakho.
يَقُولُ الرَّبُّ: أُعَلِّمُكَ وَأُرْشِدُكَ الطَّرِيقَ الَّتِي تَسْلُكُهَا. أَنْصَحُكَ. عَيْنِي تَرْعَاكَ.٨
9 Ungabi njengebhiza, njengembongolo engelakuqedisisa, omlomo wayo onqandwa ngomkhala langetomu, hlezi kusondele kuwe.
لَا تَكُونُوا بِلَا عَقْلٍ كَالْحِصَانِ وَالْبَغْلِ؛ الَّذِي لَا يُطِيعُ إلّا إذَا ضُبِطَ بِاللِّجَامِ وَقُيِّدَ بِالْحَبْلِ.٩
10 Zinengi izinhlupheko zomubi, kodwa othembela eNkosini, umusa uzamphahla.
كَثِيرَةٌ هِيَ أَوْجَاعُ الأَشْرَارِ. أَمَّا الْوَاثِقُ بِالرَّبِّ فَالرَّحْمَةُ تُحِيطُ بِهِ.١٠
11 Jabulani eNkosini, lithabe, balungileyo; memezani ngokuthaba, lonke baqotho enhliziyweni.
افْرَحُوا بِالرَّبِّ أَيُّهَا الأَبْرَارُ وَابْتَهِجُوا. اهْتِفُوا يَا جَمِيعَ الْمُسْتَقِيمِي الْقُلُوبِ.١١

< Amahubo 32 >