< Amahubo 143 >

1 Nkosi, zwana umkhuleko wami, ubeke indlebe ekuncengeni kwami. Ungiphendule ngothembeko lwakho, ngokulunga kwakho.
Psalmus David, quando persequebatur eum Absalom filius ejus. Domine, exaudi orationem meam; auribus percipe obsecrationem meam in veritate tua; exaudi me in tua justitia.
2 Njalo ungangeni kusahlulelo lenceku yakho, ngoba phambi kobuso bakho kakho ophilayo ozalungisiswa.
Et non intres in judicium cum servo tuo, quia non justificabitur in conspectu tuo omnis vivens.
3 Ngoba isitha sizingele umphefumulo wami, sacindezelela impilo yami emhlabathini, sangenza ngahlala emnyameni omkhulu, njengabakade bafa.
Quia persecutus est inimicus animam meam; humiliavit in terra vitam meam; collocavit me in obscuris, sicut mortuos sæculi.
4 Ngakho umoya wami uphela amandla phakathi kwami, lenhliziyo yami ithithibele phakathi kwami.
Et anxiatus est super me spiritus meus; in me turbatum est cor meum.
5 Ngikhumbula insuku zekadeni, ngizindla ngazo zonke izenzo zakho, nginakane ngomsebenzi wezandla zakho.
Memor fui dierum antiquorum; meditatus sum in omnibus operibus tuis: in factis manuum tuarum meditabar.
6 Ngelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womele wena njengomhlaba owomileyo. (Sela)
Expandi manus meas ad te; anima mea sicut terra sine aqua tibi.
7 Phangisa ungiphendule, Nkosi; umoya wami uyaphela. Ungangifihleli ubuso bakho, hlezi ngibe njengalabo abehlela emgodini.
Velociter exaudi me, Domine; defecit spiritus meus. Non avertas faciem tuam a me, et similis ero descendentibus in lacum.
8 Ngizwisa uthandolomusa wakho ekuseni, ngoba ngiyathemba kuwe. Ungazise indlela engingahamba ngayo, ngoba ngiyaphakamisela kuwe umphefumulo wami.
Auditam fac mihi mane misericordiam tuam, quia in te speravi. Notam fac mihi viam in qua ambulem, quia ad te levavi animam meam.
9 Ngikhulula ezitheni zami, Nkosi; ngizifihlile kuwe.
Eripe me de inimicis meis, Domine: ad te confugi.
10 Ngifundisa ukwenza intando yakho, ngoba wena unguNkulunkulu wami. UMoya wakho muhle, ngikhokhelele elizweni lokuqonda.
Doce me facere voluntatem tuam, quia Deus meus es tu. Spiritus tuus bonus deducet me in terram rectam.
11 Ngenxa yebizo lakho, Nkosi, ngiphilisa. Ngokulunga kwakho khupha umphefumulo wami ekuhluphekeni.
Propter nomen tuum, Domine, vivificabis me: in æquitate tua, educes de tribulatione animam meam,
12 Langomusa wakho chitha izitha zami, ubhubhise bonke abahlupha umphefumulo wami, ngoba ngiyinceku yakho.
et in misericordia tua disperdes inimicos meos, et perdes omnes qui tribulant animam meam, quoniam ego servus tuus sum.

< Amahubo 143 >