< Amahubo 141 >

1 Nkosi, ngiyakhala kuwe; phangisa uze kimi; beka indlebe elizwini lami lapho ngikhala kuwe.
(다윗의 시) 여호와여, 제가 주를 불렀사오니 속히 내게 임하소서 내가 주께 부르짖을 때에 내 음성에 귀를 기울이소서
2 Umkhuleko wami kawumiswe njengempepha phambi kwakho, ukuphakanyiswa kwezandla zami njengomnikelo wakusihlwa.
나의 기도가 주의 앞에 분향함과 같이 되며 나의 손드는 것이 저녁 제사같이 되게 하소서
3 Nkosi, bekela umlomo wami umlindi, gcina umnyango wendebe zami.
여호와여, 내 입 앞에 파숫군을 세우시고 내 입술의 문을 지키소서
4 Ungaphenduleli inhliziyo yami entweni embi, ukuthi ngenze izenzo ezimbi kanye labantu abenza ububi, ngingadli ezibilibocweni zabo.
내 마음이 악한 일에 기울어 죄악을 행하는 자와 함께 악을 행치 말게하시며 저희 진수를 먹지 말게 하소서
5 Olungileyo kangitshaye ethandwenilomusa, angisole; kuzakuba ngamafutha ekhanda, ikhanda lami kalingawali, ngoba lomkhuleko wami usezakuba sezinhluphekweni zabo.
의인이 나를 칠지라도 은혜로 여기며 책망할지라도 머리의 기름같이 여겨서 내 머리가 이를 거절치 아니할지라 저희의 재난 중에라도 내가 항상 기도하리로다
6 Abahluleli babo baphoselwa emaceleni edwala, bazakuzwa amazwi ami ngoba amnandi.
저희의 관장들이 바위 곁에 내려 던지웠도다 내 말이 달므로 무리가 들으리로다
7 Amathambo ethu ahlakazekile emlonyeni wengcwaba njengobandayo adabule emhlabathini. (Sheol h7585)
사람이 밭 갈아 흙을 부스러뜨림 같이 우리의 해골이 음부 문에 흩어졌도다 (Sheol h7585)
8 Kodwa amehlo ami akuwe, Jehova, Nkosi; ngithembele kuwe; ungawuchayi umphefumulo wami.
주 여호와여, 내 눈이 주께 향하며 내가 주께 피하오니 내 영혼을 빈궁한대로 버려두지 마옵소서
9 Ngigcina emandleni omjibila abangibekele wona, lezithiyo zabenzi bobubi.
나를 지키사 저희가 나를 잡으려고 놓은 올무와 행악자의 함정에서 벗어나게 하옵소서
10 Ababi kabawele emambuleni abo kanye, ngize ngidlule mina.
악인은 자기 그물에 걸리게 하시고 나는 온전히 면하게 하소서

< Amahubo 141 >