< Amahubo 14 >

1 Isithutha sithi enhliziyweni yaso: KakulaNkulunkulu. Bonakele, benza imisebenzi eyenyanyekayo; kakho owenza okuhle.
لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ. لِدَاوُدَ قَالَ ٱلْجَاهِلُ فِي قَلْبِهِ: «لَيْسَ إِلَهٌ». فَسَدُوا وَرَجِسُوا بِأَفْعَالِهِمْ. لَيْسَ مَنْ يَعْمَلُ صَلَاحًا.١
2 INkosi yakhangela phansi isemazulwini phezu kwabantwana babantu, ukubona ukuthi ukhona yini oqedisisayo, odinga uNkulunkulu.
اَلرَّبُّ مِنَ ٱلسَّمَاءِ أَشْرَفَ عَلَى بَنِي ٱلْبَشَرِ، لِيَنْظُرَ: هَلْ مِنْ فَاهِمٍ طَالِبِ ٱللهِ؟٢
3 Baphambukile bonke, bebonke bonakele; kakho owenza okuhle, kakho loyedwa.
ٱلْكُلُّ قَدْ زَاغُوا مَعًا، فَسَدُوا. لَيْسَ مَنْ يَعْمَلُ صَلَاحًا، لَيْسَ وَلَا وَاحِدٌ.٣
4 Kabazi yini bonke abenza okubi, abadla abantu bami njengoba besidla isinkwa? Kabayibizi iNkosi.
أَلَمْ يَعْلَمْ كُلُّ فَاعِلِي ٱلْإِثْمِ، ٱلَّذِينَ يَأْكُلُونَ شَعْبِي كَمَا يَأْكُلُونَ ٱلْخُبْزَ، وَٱلرَّبَّ لَمْ يَدْعُوا.٤
5 Lapho besaba lokwesaba, ngoba uNkulunkulu usesizukulwaneni solungileyo.
هُنَاكَ خَافُوا خَوْفًا، لِأَنَّ ٱللهَ فِي ٱلْجِيلِ ٱلْبَارِّ.٥
6 Liliyangisile icebo lomyanga, ngoba iNkosi iyisiphephelo sakhe.
رَأْيَ ٱلْمِسْكِينِ نَاقَضْتُمْ، لِأَنَّ ٱلرَّبَّ مَلْجَأُهُ.٦
7 Kungathi usindiso lukaIsrayeli lungavela eZiyoni! Lapho iNkosi ibuyisa ukuthunjwa kwabantu bayo, uJakobe uzathaba, uIsrayeli athokoze.
لَيْتَ مِنْ صِهْيَوْنَ خَلَاصَ إِسْرَائِيلَ. عِنْدَ رَدِّ ٱلرَّبِّ سَبْيَ شَعْبِهِ، يَهْتِفُ يَعْقُوبُ، وَيَفْرَحُ إِسْرَائِيلُ.٧

< Amahubo 14 >