< Amahubo 137 >
1 Emifuleni yeBhabhiloni sahlala phansi khona, yebo sakhala inyembezi, lapho sikhumbula iZiyoni.
At [the] rivers of - Babylon there we sat also we wept when remembered we Zion.
2 Amachacho ethu sawaphanyeka eminyezaneni phakathi kwayo.
On poplars in [the] midst of it we hung up harps our.
3 Ngoba khonapho abasithumbayo basicela amazwi engoma, labasimotshayo bacela injabulo besithi: Sihlabeleleni enye yezingoma zeZiyoni.
For there they asked us captors our words of a song and mockers our gladness sing for us one of [the] song[s] of Zion.
4 Singahlabela njani ingoma yeNkosi elizweni lemzini?
How? will we sing [the] song of Yahweh on ground of foreignness.
5 Uba ngikukhohlwa, Jerusalema, isandla sami sokunene kasikhohlwe ubungcitshi.
If I will forget you O Jerusalem may it forget right [hand] my.
6 Ulimi lwami kalunamathele elwangeni lwami, uba ngingakukhumbuli, uba ngingaphakamisi iJerusalema phezu kwentokozo yami enkulu.
May it cleave tongue my - to palate my if not I will remember you if not I will lift up Jerusalem above [the] chief of joy my.
7 Khumbula, Nkosi, ngabantwana bakoEdoma, ngosuku lweJerusalema, abathi: Dilizani, dilizani, kuze kube sesisekelweni sayo.
Remember O Yahweh - to [the] people of Edom [the] day of Jerusalem who were saying lay bare - lay bare to the foundation in it.
8 Ndodakazi yeBhabhiloni, ozabhujiswa, ubusisiwe ozaphindisela kuwe isenzo osenze kithi.
O daughter of Babylon that is about to be destroyed how blessed! [is one] who he will repay to you dealing your that you dealt to us.
9 Ubusisiwe ozabamba asakaze abantwana bakho edwaleni.
How blessed! - [is one] who he will seize and he will smash children your to the rock.