< Amahubo 13 >
1 Koze kube nini, Nkosi, ungikhohlwa kokuphela? Koze kube nini ungifihlela ubuso bakho?
Psalmus David, in finem. Usquequo Domine oblivisceris me in finem? Usquequo avertis faciem tuam a me?
2 Koze kube nini ngizicebisa emphefumulweni wami, ngilosizi enhliziyweni yami insuku zonke? Koze kube nini isitha sami siphakanyiswa phezu kwami?
Quamdiu ponam consilia in anima mea, dolorem in corde meo per diem?
3 Khangela, ungiphendule, Nkosi, Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami hlezi ngilale ubuthongo bokufa,
Usquequo exaltabitur inimicus meus super me?
4 hlezi isitha sami sithi: Sengimehlule; labangihluphayo bathokoze lapho nginyikinywa.
respice, et exaudi me Domine Deus meus. Illumina oculos meos ne umquam obdormiam in morte:
5 Kodwa mina ngithembele emuseni wakho, inhliziyo yami izathaba ngosindiso lwakho.
ne quando dicat inimicus meus: Praevalui adversus eum. Qui tribulant me, exultabunt si motus fuero:
6 Ngizayihlabelela iNkosi, ngoba ingenzele okuhle kakhulu.
ego autem in misericordia tua speravi. Exultabit cor meum in salutari tuo: cantabo Domino qui bona tribuit mihi: et psallam nomini Domini altissimi.