< Amahubo 114 >
1 Ekuphumeni kukaIsrayeli eGibhithe, indlu kaJakobe ebantwini bolimi lwezizwe,
in/on/with to come out: come Israel from Egypt house: household Jacob from people to mumble
2 uJuda waba yindlu yakhe engcwele, uIsrayeli waba ngumbuso wakhe.
to be Judah to/for holiness his Israel dominion his
3 Ulwandle lwakubona lwabaleka, iJordani yabuyela emuva.
[the] sea to see: see and to flee [the] Jordan to turn: turn to/for back
4 Intaba zaqolotsha njengezinqama, amaqaqa njengamawundlu.
[the] mountain: mount to skip about like/as ram hill like/as son: young animal flock
5 Ulani wena lwandle, ukuthi ubaleke? Wena Jordani, ukuthi ubuyele emuva?
what? to/for you [the] sea for to flee [the] Jordan to turn: turn to/for back
6 Lina zintaba, ukuthi liqolotshe njengezinqama? Lina maqaqa, njengamawundlu?
[the] mountain: mount to skip about like/as ram hill like/as son: young animal flock
7 Thuthumela, mhlaba, phambi kweNkosi, phambi kukaNkulunkulu kaJakobe,
from to/for face lord to twist: tremble land: country/planet from to/for face god Jacob
8 owaphendula idwalalibe lichibi lamanzi, ilitshe elilukhuni libe ngumthombo wamanzi.
[the] to overturn [the] rock pool water flint to/for spring his water