< Amahubo 10 >

1 Nkosi, umeleni khatshana? Ucatshelani ezikhathini zokuhlupheka?
Why? O Yahweh do you stand at a distance do you hide? to times of trouble.
2 Omubi ekuzigqajeni uyamzingelisisa umyanga; kababanjwe ngamagobe abawacebileyo.
In [the] pride of [the] wicked he hotly pursues [the] afflicted they are caught - by schemes which they have planned.
3 Ngoba omubi uyazikhukhumeza ngesifiso somphefumulo wakhe, uyasibusisa isihwaba, ayeyise iNkosi.
For he boasts a wicked [person] on [the] desire of self his and [one] greedy for unjust gain he blesses he spurns - Yahweh.
4 Omubi, ngokuzigqaja kobuso bakhe uthi: Kakubizi; kakho uNkulunkulu emicabangweni yakhe yonke.
A wicked [person] according to [the] haughtiness of nose his not he seeks [are] there not [is] a god all thoughts his.
5 Indlela zakhe ziqinile isikhathi sonke; izahlulelo zakho ziphakeme zikhatshana laye; izitha zakhe zonke uyazivuthela.
They endure (ways his *Q(k)*) at every time [are] height judgments your from before him all opposers his he breathes out at them.
6 Uthi enhliziyweni yakhe: Kangiyikunyikinywa; ngoba esizukulwaneni lesizukulwana kangiyikuba sebunzimeni.
He says in heart his not I will be shaken to a generation and a generation who not in distress.
7 Umlomo wakhe ugcwele ukuthuka lezinkohliso lobuqili; ngaphansi kolimi lwakhe kukhona ukona lobubi.
A curse mouth his it is full and deceit and oppression [are] under tongue his mischief and wickedness.
8 Uhlezi endaweni yokucathama yemizi, ezindaweni ezisithekileyo ubulala ongelacala; amehlo akhe akhangele othithibeleyo ngasese.
He sits - in an ambush of villages in hiding places he kills [the] innocent eyes his for an unfortunate person they lie hidden.
9 Uyacatsha ekusithekeni njengesilwane ebhalwini lwaso; ucatshela ukumbamba ongumyanga, uyabamba ongumyanga ngokumhudulela embuleni lakhe.
He lies in wait in hiding place - like a lion in lair its he lies in wait to seize [the] afflicted he seizes [the] afflicted when drags [him] away he in net his.
10 Uyaqutha, uyakhothama, njalo umyanga awe ngokulamandla kwakhe.
(He is crushed *Q(K)*) he is bowed down and he falls among mighty [ones] his (an army of disheartened [people]. *Q(K)*)
11 Uthi enhliziyweni yakhe: UNkulunkulu ukhohliwe, ufihle ubuso bakhe, kasoze abone lanini.
He says in heart his he has forgotten God he has hidden face his not he sees to perpetuity.
12 Sukuma, Nkosi! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho, ungabakhohlwa abahluphekayo.
Arise! O Yahweh O God lift up hand your may not you forget (humble [people]. *Q(K)*)
13 Kungani omubi edelela uNkulunkulu? Uthi enhliziyweni yakhe: Kawuyikukubiza.
Concerning what? - has he spurned [the] wicked - God has he said? in heart his not you will seek.
14 Uyabona, ngoba wena uyakhangela ububi lenhlupheko, ukukubeka esandleni sakho. Umyanga uyazinikela kuwe; wena ungumsizi wezintandane.
You have seen that you - mischief and vexation - you pay attention to put in hand your on you he abandons an unfortunate person [the] fatherless you - you are a helper.
15 Yephula ingalo yokhohlakeleyo lomubi; dinga inkohlakalo yakhe ukuze ungabe usayithola.
Break [the] arm of [the] wicked and [the] evil you will seek wickedness his not you will find.
16 UJehova yiNkosi kuze kube nini lanini; izizwe zibhubhile elizweni layo.
Yahweh [is] king forever and ever they have perished [the] nations from land his.
17 Nkosi, uzwile isifiso sabathobekileyo, uzaqinisa inhliziyo yabo, wenze indlebe yakho izwe,
[the] desire of Humble [people] you have heard O Yahweh you establish heart their you cause to pay attention ear your.
18 ukwahlulela intandane locindezelweyo, ukuze umuntu wasemhlabeni angabe esesabeka.
To vindicate [the] fatherless and [the] oppressed not he will repeat again to terrify humankind from the earth.

< Amahubo 10 >