< Amahubo 67 >

1 Kumqondisi wokuhlabela. Kutshaywa iziginci. Ihubo. Ingoma. Sengathi uNkulunkulu angaba lomusa kithi asibusise akhazimulise ubuso bakhe kithi,
Dem Vorsänger. Mit Saitenspiel. Ein Psalmlied. Gott sei uns gnädig und segne uns, er lasse sein Antlitz bei uns leuchten, (Pause)
2 ukuze izindlela zakho zaziwe emhlabeni, insindiso yakho kuzozonke izizwe.
daß man auf Erden deinen Weg erkenne, unter allen Nationen dein Heil.
3 Sengathi abantu bangakudumisa, Oh Nkulunkulu; sengathi bonke abantu bangakudumisa.
Es sollen dir danken die Völker, o Gott, dir danken alle Völker. (Pause)
4 Sengathi izizwe zingajabula zihlabele ngentokozo, ngoba wena ubusa abantu ngokulunga ukhokhele izizwe zomhlaba.
Die Nationen sollen sich freuen und jauchzen, weil du die Völker recht richtest und die Nationen auf Erden führst! (Pause)
5 Sengathi bonke abantu bangakudumisa Oh Nkulunkulu; sengathi abantu bonke bangadumisa wena.
Es sollen dir danken die Völker, o Gott, dir danken alle Völker!
6 Lapho-ke umhlaba uzathela isivuno, uNkulunkulu, uNkulunkulu wethu, uzasibusisa.
Das Land gibt sein Gewächs; es segne uns Gott, unser Gott;
7 UNkulunkulu uzasibusisa, kuthi yonke imikhawulo yomhlaba izamesaba.
es segne uns Gott, und alle Welt fürchte ihn!

< Amahubo 67 >