< Amahubo 65 >
1 Kumqondisi wokuhlabela. Ihubo likaDavida. Ingoma. Udumo lukulindele, Oh Nkulunkulu, eZiyoni; kuwe izifungo zethu zizagcwaliseka.
In finem, Psalmus David, Canticum Hieremiæ, et Ezechielis populo transmigrationis, cum inciperent exire. Te decet hymnus Deus in Sion: et tibi reddetur votum in Ierusalem.
2 Yebo, wena owuzwayo umkhuleko, bonke abantu bazakuza kuwe.
Exaudi orationem meam: ad te omnis caro veniet.
3 Kwathi lapho sisancindezelwa yizono, wazithethelela iziphambeko zethu.
Verba iniquorum prævaluerunt super nos: et impietatibus nostris tu propitiaberis.
4 Babusisiwe labo obakhethayo ubasondeze bazohlala emagumeni Akho! Sigcwalisiwe ngezinto ezinhle zendlu Yakho, ezethempeli lakho elingcwele.
Beatus, quem elegisti, et assumpsisti: inhabitabit in atriis tuis. Replebimur in bonis domus tuæ: sanctum est templum tuum,
5 Uyasiphendula ngezenzo zokulunga ezimangalisayo, Oh Nkulunkulu Msindisi wethu, themba lemikhawulo yonke yomhlaba lenlwandle ezikude,
mirabile in æquitate. Exaudi nos Deus salutaris noster, spes omnium finium terræ, et in mari longe.
6 owabumba izintaba ngamandla akho, lapho wena usuziqinisile ngamandla,
Præparans montes in virtute tua, accinctus potentia:
7 owathulisa ukuduma kolwandle, ukuduma kwamagagasi azo, lokuhlokoma kwezizwe.
qui conturbas profundum maris sonum fluctuum eius. Turbabuntur gentes,
8 Labo abahlala khatshana bayazesaba izimangaliso zakho; lapho okudabuka khona ukusa lokuhlwa okufiphala khona, uhlabela izingoma zentokozo.
et timebunt qui habitant terminos a signis tuis: exitus matutini et vespere delectabis.
9 Uyawunakekela umhlaba uwuthelezele ngamanzi; uyawunothisa kakhulu. Imifula kaNkulunkulu igcwalisiwe ngamanzi ukuze abantu bazuze amabele, ngoba ukumisile wena lokho.
Visitasti terram et inebriasti eam: multiplicasti locupletare eam. Flumen Dei repletum est aquis, parasti cibum illorum: quoniam ita est præparatio eius.
10 Uyayigcwalisa imisele yawo ngamanzi uyendlale kahle imibundu yawo; uyawuthambisa ngemikhizo ubusise amabele awo.
Rivos eius inebria, multiplica genimina eius: in stillicidiis eius lætabitur germinans.
11 Uyawuphelelisa umnyaka ngenala, izinqola Zakho ziphuphume ngokugcwala.
Benedices coronæ anni benignitatis tuæ: et campi tui replebuntur ubertate.
12 Amadlelo asenkangala ayaphuphuma; izintaba zigqokiswe ngenjabulo.
Pinguescent speciosa deserti: et exultatione colles accingentur.
13 Amadlelo agcwele imihlambi yezimvu lezigodi zisibekelwe ngamabele; ziyamemeza ngentokozo zihlabelela.
Induti sunt arietes ovium, et valles abundabunt frumento: clamabunt, etenim hymnum dicent.