< Amahubo 48 >

1 Ingoma. Ihubo lamaDodana kaKhora. Umkhulu uThixo, ufanele ngokuphindiweyo ukudunyiswa, emzini kaNkulunkulu wethu, intaba yakhe engcwele.
고라 자손의 시 곧 노래 여호와는 광대하시니 우리 하나님의 성, 거룩한 산에서 극진히 찬송하리로다
2 Muhle kakhulu ngokuphakama kwakhe, uyintokozo yomhlaba wonke. Njengeziqongo zeZafoni injalo intaba iZiyoni, umuzi weNkosi eNkulu.
터가 높고 아름다워 온 세계가 즐거워함이여 큰 왕의 성 곧 북방에 있는 시온 산이 그러하도다
3 UNkulunkulu usemithangaleni yawo; ubonisa ukuthi nguye oyinqaba yawo.
하나님이 그 여러 궁중에서 자기를 피난처로 알리셨도다
4 Kwathi lapho amakhosi ehlanganisa izimpi zawo, lapho ehlasela kanyekanye,
열왕이 모여 함께 지났음이여
5 awubona umuzi lo ethuka aphaphatheka esetshaywa luvalo.
저희가 보고 놀라고 두려워 빨리 갔도다
6 Ahle athuthumela khonapho, ezwa ubuhlungu obuzwiwa ngowesifazane ehelelwa.
거기서 떨림이 저희를 잡으니 고통이 해산하는 여인 같도다
7 Wena wabatshabalalisa njengemikhumbi yaseThashishi ibhidlizwa ngumoya wempumalanga.
주께서 동풍으로 다시스의 배를 깨뜨리시도다
8 Lokho esikuzwileyo yikho esikubonileyo emzini kaThixo uSomandla, emzini kaNkulunkulu wethu: uNkulunkulu uzawuvikela lanini.
우리가 들은 대로 만군의 여호와의 성, 우리 하나님의 성에서 보았나니 하나님이 이를 영영히 견고케 하시리로다(셀라)
9 Phakathi kwethempeli lakho, Oh Nkulunkulu, siyacabanga ngothando lwakho olungaphuthiyo.
하나님이여 우리가 주의 전 가운데서 주의 인자하심을 생각하였나이다
10 Njengebizo lakho, Oh Nkulunkulu, udumo lwakho lufika emikhawulweni yomhlaba; isandla sakho sokunene sigcwele ukulunga.
하나님이여 주의 이름과 같이 찬송도 땅 끝까지 미쳤으며 주의 오른손에는 정의가 충만하나이다
11 Intaba iZiyoni iyathokoza, imizi yakoJuda iyathaba ngezahlulelo zakho.
주의 판단을 인하여 시온 산은 기뻐하고 유다의 딸들은 즐거워할지어다
12 Hambahamba eZiyoni, ibhode, bala izilindo zayo eziphezulu,
너희는 시온을 편답하고 그것을 순행하며 그 망대들을 계수하라
13 nanzelela kuhle imithangala yayo, hlola izinqaba zayo, ukuze ukwazi ukulandisela isizukulwane esizayo.
그 성벽을 자세히 보고 그 궁전을 살펴서 후대에 전하라
14 Ngoba uNkulunkulu lo nguNkulunkulu wethu nini lanini; uzakuba ngumholi wethu lasekupheleni.
이 하나님은 영영히 우리 하나님이시니 우리를 죽을 때까지 인도하시리로다

< Amahubo 48 >