< Amahubo 47 >

1 Kumqondisi wokuhlabela. ElamaDodana kaKhora. Ihubo. Qakezani izandla zenu, zizwe zonke; hlokomani kuNkulunkulu ngomsindo wokuthokoza.
لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ. لِبَنِي قُورَحَ. مَزْمُورٌ يَا جَمِيعَ ٱلْأُمَمِ صَفِّقُوا بِٱلْأَيَادِي. ٱهْتِفُوا لِلهِ بِصَوْتِ ٱلِٱبْتِهَاجِ.١
2 Wesabeka kangakanani uThixo oPhezukonke, iNkosi enkulu kuwo wonke umhlaba!
لِأَنَّ ٱلرَّبَّ عَلِيٌّ مَخُوفٌ، مَلِكٌ كَبِيرٌ عَلَى كُلِّ ٱلْأَرْضِ.٢
3 Wazehlula zonke izizwe zaba ngaphansi kwethu, abantu babangaphansi kwezinyawo zethu.
يُخْضِعُ ٱلشُّعُوبَ تَحْتَنَا، وَٱلْأُمَمَ تَحْتَ أَقْدَامِنَا.٣
4 Wasikhethela ilifa lethu, igugu likaJakhobe amthandayo.
يَخْتَارُ لَنَا نَصِيبَنَا، فَخْرَ يَعْقُوبَ ٱلَّذِي أَحَبَّهُ. سِلَاهْ.٤
5 UNkulunkulu usekhuphukile phakathi komsindo wentokozo, uThixo uphakathi kokukhala kwamacilongo.
صَعِدَ ٱللهُ بِهُتَافٍ، ٱلرَّبُّ بِصَوْتِ ٱلصُّورِ.٥
6 Hlabelelani indumiso kuNkulunkulu, hlabelelani indumiso; hlabelelani indumiso eNkosini yethu, hlabelelani indumiso.
رَنِّمُوا لِلهِ، رَنِّمُوا. رَنِّمُوا لِمَلِكِنَا، رَنِّمُوا.٦
7 Ngoba uNkulunkulu uyiNkosi yomhlaba wonke; hlabelelani kuye ihubo lokudumisa.
لِأَنَّ ٱللهَ مَلِكُ ٱلْأَرْضِ كُلِّهَا، رَنِّمُوا قَصِيدَةً.٧
8 UNkulunkulu uyazibusa izizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe sobukhosi esingcwele.
مَلَكَ ٱللهُ عَلَى ٱلْأُمَمِ. ٱللهُ جَلَسَ عَلَى كُرْسِيِّ قُدْسِهِ.٨
9 Izikhulu zezizwe ziyaqoqana njengabantu bakaNkulunkulu ka-Abhrahama, ngoba amakhosi omhlaba angakaNkulunkulu; uphakeme kakhulukazi.
شُرَفَاءُ ٱلشُّعُوبِ ٱجْتَمَعُوا. شَعْبُ إِلَهِ إِبْرَاهِيمَ. لِأَنَّ لِلهِ مَجَانَّ ٱلْأَرْضِ. هُوَ مُتَعَالٍ جِدًّا.٩

< Amahubo 47 >