< Amahubo 42 >
1 Kumqondisi wokuhlabela. Ihubo lamaDodana kaKhora. Njengempala inxwanela imifula yamanzi, kunjalo umphefumulo wami uyakunxwanela, Oh Nkulunkulu.
Maschil de' figliuoli di Core, [dato] al Capo de' Musici COME il cervo agogna i rivi dell'acque, Così l'anima mia agogna te, o Dio.
2 Umphefumulo wami womela uNkulunkulu, uNkulunkulu ophilayo. Ngizahamba nini ngiyohlangana loNkulunkulu?
L'anima mia è assetata di Dio, dell'Iddio vivente. Quando verrò, e comparirò io nel cospetto di Dio?
3 Inyembezi zami seziyikudla kwami imini lobusuku, lapho abantu besithi kimi ilanga lonke, “Ungaphi uNkulunkulu wakho?”
Le mie lagrime sono il mio cibo giorno e notte, Mentre mi è detto tuttodì: Dove [è] il tuo Dio?
4 Lezizinto ngiyazikhumbula nxa ngizisola kakhulu ngidabukile: Ngangihamba endlini kaNkulunkulu, ngaphansi kwempiko zikaSomandla sihlokoma ngentokozo langokubonga lexuku elithakazelela umkhosi.
Io mi verso addosso l'anima mia [Quando] mi riduco in memoria queste cose; Che io passava in ischiera, E camminava con essa infino alla Casa di Dio, Con voce di canto e di lode, la moltitudine facendo festa.
5 Kungani wephukile na, wena mphefumulo wami? Kungani udungekile kanje ngaphakathi kwami? Beka ithemba lakho kuNkulunkulu, ngoba ngisezakumdumisa, uMsindisi wami loNkulunkulu wami.
Anima mia, perchè ti abbatti, e ti commovi in me? Aspetta Iddio; perciocchè ancora lo celebrerò; Il suo aspetto [è] compiuta salvezza.
6 Umphefumulo wami wephukile ngaphakathi kwami; ngakho ngizakukhumbula kusukela esifundeni seJodani, iziqongo zaseHemoni, kusukela entabeni iMizari.
O Dio mio, l'anima mia si abbatte in me; Perciò mi ricordo di te dal paese del Giordano, E [da' monti di] Hermon, dal monte Misar.
7 Inziki imemeza inziki phakathi kwenhlokomo yezimpophoma zakho; wonke amavinqo lokukhaphaka sekugabhela phezu kwami.
Un abisso chiama l'[altro] abisso, al suon de' tuoi canali; Tutti i tuoi flutti e le tue onde mi son passate addosso.
8 Emini uThixo uyaluqondisa uthando lwakhe ebusuku ingoma yakhe ikhona kimi umkhuleko kuNkulunkulu wempilo yami.
Il Signore di giorno manderà la sua benignità, E di notte io avrò appo me i suoi cantici, [Ed] orazione all'Iddio della mia vita.
9 Ngithi kuNkulunkulu iDwala lami, “Kutheni usungikhohliwe na? Kutheni sengizula ngingolilayo, ngincindezelwa yisitha na?”
Io dirò a Dio, mia Rocca: Perchè mi hai tu dimenticato? Perchè vo io attorno vestito a bruno, Per l'oppression del nemico?
10 Amathambo ami ezwa ubuhlungu obungiqedayo lapho izitha zami zingihoza, zisithi kimi ilanga lonke, “Ungaphi uNkulunkulu wakho?”
I miei nemici mi fanno onta, trafiggendomi fino all'ossa, Mentre mi dicono tuttodì: Dove [è] il tuo Dio?
11 Kungani wephukile na, wena mphefumulo wami? Kungani udungekile kanje ngaphakathi kwami? Beka ithemba lakho kuNkulunkulu, ngoba ngisezakumdumisa, uMsindisi wami loNkulunkulu wami.
Anima mia, perchè ti abbatti, e perchè ti commovi in me? Aspetta Iddio; perciocchè ancora lo celebrerò; [Egli è] la compiuta salvezza della mia faccia, e il mio Dio.