< Salmi 114 >
1 QUANDO Israele uscì di Egitto, [E] la casa di Giacobbe d'infra il popolo barbaro;
Ekuphumeni kukaIsrayeli eGibhithe, indlu kaJakobe ebantwini bolimi lwezizwe,
2 Giuda fu consacrato al Signore, Israele [divenne] suo dominio.
uJuda waba yindlu yakhe engcwele, uIsrayeli waba ngumbuso wakhe.
3 Il mare [lo] vide, e fuggì; Il Giordano si rivolse a ritroso.
Ulwandle lwakubona lwabaleka, iJordani yabuyela emuva.
4 I monti saltarono come montoni, I colli come agnelli.
Intaba zaqolotsha njengezinqama, amaqaqa njengamawundlu.
5 Che avesti, o mare, che tu fuggisti? [E tu], Giordano, che ti rivolgesti a ritroso?
Ulani wena lwandle, ukuthi ubaleke? Wena Jordani, ukuthi ubuyele emuva?
6 [E voi], monti, [che] saltaste come montoni; [E voi], colli, come agnelli?
Lina zintaba, ukuthi liqolotshe njengezinqama? Lina maqaqa, njengamawundlu?
7 Trema, o terra, per la presenza del Signore; Per la presenza dell'Iddio di Giacobbe;
Thuthumela, mhlaba, phambi kweNkosi, phambi kukaNkulunkulu kaJakobe,
8 Il quale mutò la roccia in guazzo d'acqua, Il macigno in fonte d'acqua.
owaphendula idwalalibe lichibi lamanzi, ilitshe elilukhuni libe ngumthombo wamanzi.