< איוב 9 >
Wasephendula uJobe wathi:
אמנם ידעתי כי כן ומה יצדק אנוש עם אל׃ | 2 |
“Ngeqiniso ngiyazi ukuthi lokhu kuliqiniso. Kodwa umuntu wenyama angalunga yini kuNkulunkulu?
אם יחפץ לריב עמו לא יעננו אחת מני אלף׃ | 3 |
Loba umuntu ubengafisa ukuphikisana laye ngeke amphendule lakanye emibuzweni eyinkulungwane.
חכם לבב ואמיץ כח מי הקשה אליו וישלם׃ | 4 |
Ukuhlakanipha kwakhe kujulile, amandla akhe makhulu. Ngubani kambe oke wamelana laye wasinda?
המעתיק הרים ולא ידעו אשר הפכם באפו׃ | 5 |
Uyazidudula izintaba zona zingazi lutho, azigenqule nxa esezondile.
המרגיז ארץ ממקומה ועמודיה יתפלצון׃ | 6 |
Uyawunyikinya umhlaba endaweni yawo, axukuxe izinsika zawo.
האמר לחרס ולא יזרח ובעד כוכבים יחתם׃ | 7 |
Uyalitshela ilanga ukuba lingakhanyi; asibekele ukukhanya kwezinkanyezi.
נטה שמים לבדו ודורך על במתי ים׃ | 8 |
Nguye kuphela owelula amazulu, ohamba phezu kwamagagasi olwandle.
עשה עש כסיל וכימה וחדרי תמן׃ | 9 |
UnguMenzi wezinkanyezi iNgulube leZinja, iSilimela lomthala waseningizimu.
עשה גדלות עד אין חקר ונפלאות עד אין מספר׃ | 10 |
Wenza imimangaliso engafinyelelekiyo, izimanga ezingelakubalwa.
הן יעבר עלי ולא אראה ויחלף ולא אבין לו׃ | 11 |
Uthi nxa esedlula kimi, ngingamboni; ahambe khonapho ngingezwa lutho.
הן יחתף מי ישיבנו מי יאמר אליו מה תעשה׃ | 12 |
Nxa ehluthuna, ngubani ongamalela? Ngubani ongathi kuye, ‘Wenzani wena?’
אלוה לא ישיב אפו תחתו שחחו עזרי רהב׃ | 13 |
UNkulunkulu kalunqandi ulaka lwakhe; labasekeli bakaRahabi besaba bawela ezinyaweni zakhe.
אף כי אנכי אעננו אבחרה דברי עמו׃ | 14 |
Pho mina ngingaphikisana laye njani? Ngingawathatha ngaphi amazwi okujijana laye?
אשר אם צדקתי לא אענה למשפטי אתחנן׃ | 15 |
Laloba ngingelamlandu, ngeke ngimphendule; ngingancenga uMahluleli wami kuphela ukuthi angihawukele.
אם קראתי ויענני לא אאמין כי יאזין קולי׃ | 16 |
Lanxa bengingambiza asabele, angikholwa ukuthi ubengangilalela.
אשר בשערה ישופני והרבה פצעי חנם׃ | 17 |
Ubengangicobodisa ngesiphepho andise amanxeba ami kungelasizatho.
לא יתנני השב רוחי כי ישבעני ממררים׃ | 18 |
Ubengasoze angiphe ithuba lokukhokha umoya kodwa ubezahle angincindezele ngosizi.
אם לכח אמיץ הנה ואם למשפט מי יועידני׃ | 19 |
Nxa kungokwamandla, alamandla amakhulu! Nxa kungokokwahlulela ngokulunga, ngubani ongamthonisisa?
אם אצדק פי ירשיעני תם אני ויעקשני׃ | 20 |
Loba ngingabe ngimsulwa, umlomo wami ubungangilahla; lanxa ngimsulwa wona ubuzakuthi ngilecala.
תם אני לא אדע נפשי אמאס חיי׃ | 21 |
Lanxa ngingelacala, angizihluphi ngami; ngiyayeyisa impilo yami.
אחת היא על כן אמרתי תם ורשע הוא מכלה׃ | 22 |
Kuyafanana konke; yikho ngisithi, ‘Ubhubhisa bonke abangelacala lababi.’
אם שוט ימית פתאם למסת נקים ילעג׃ | 23 |
Nxa isifo esibi sibulala ngokuphangisa, uyabahleka abangelacala ngokulahla kwabo ithemba.
ארץ נתנה ביד רשע פני שפטיה יכסה אם לא אפוא מי הוא׃ | 24 |
Nxa ilizwe liwela ezandleni zababi, wembesa amehlo abahluleli balo. Nxa kungayisuye, pho ngubani?
וימי קלו מני רץ ברחו לא ראו טובה׃ | 25 |
Amalanga ami alesiqubu esidlula esesithunywa; ayaphapha anyamalale kungela mthonselanyana wokuthokoza.
חלפו עם אניות אבה כנשר יטוש עלי אכל׃ | 26 |
Antweza edlule njengezikepe zelala, njengenkozi zisehla zihwitha ezikudlayo.
אם אמרי אשכחה שיחי אעזבה פני ואבליגה׃ | 27 |
Nxa ngingathi, ‘Ngizakubeka eceleni ukusola kwami, ngicitshe ukunyukubala kwami, ngibobotheke,’
יגרתי כל עצבתי ידעתי כי לא תנקני׃ | 28 |
ngilokhu ngihemahema ngezinhlupho zami, ngoba ngiyazi ukuthi kawuzukungigeza.
אנכי ארשע למה זה הבל איגע׃ | 29 |
Njengoba ngivele sengibekwe icala, ngizazihluphelani ngokulwela ize na?
אם התרחצתי במו שלג והזכותי בבר כפי׃ | 30 |
Loba ngingaze ngigeze ngesepa lezandla zami ngesoda yokuhlambulula,
אז בשחת תטבלני ותעבוני שלמותי׃ | 31 |
uzavele ungiphosele emgodini olodaka ngize ngenyanywe yizigqoko zami.
כי לא איש כמני אעננו נבוא יחדו במשפט׃ | 32 |
Akasumuntu njengami ukuthi ngingamphendula, ukuthi singamisana emthethwandaba.
לא יש בינינו מוכיח ישת ידו על שנינו׃ | 33 |
Aluba ubengabakhona osilamulayo, abeke isandla sakhe phezu kwethu sobabili,
יסר מעלי שבטו ואמתו אל תבעתני׃ | 34 |
omunye nje ongasusa uswazi lukaNkulunkulu kimi, ukuze ngingatshukunyiswa yikwesaba lokhu.
אדברה ולא איראנו כי לא כן אנכי עמדי׃ | 35 |
Lapho-ke bengizakhuluma ngingesabi yena, kodwa okwakhathesi kunje, ngeke.”