< תהילים 25 >
לדוד אליך יהוה נפשי אשא | 1 |
ElikaDavida. Kuwe, Thixo, ngiphakamisela umphefumulo wami.
אלהי--בך בטחתי אל-אבושה אל-יעלצו אויבי לי | 2 |
Ngethemba kuwe, ungangiyekeli ngiyangeka, futhi ungayekeli izitha zami zinginqobe.
גם כל-קויך לא יבשו יבשו הבוגדים ריקם | 3 |
Kakukho bani othemba lakhe likuwe ozayangiswa lanini, kodwa bazayangiswa abadinga ukulimaza kungelasizatho.
דרכיך יהוה הודיעני ארחותיך למדני | 4 |
Ngibonisa izindlela Zakho, Oh Thixo, ngifundisa izindlela Zakho;
הדריכני באמתך ולמדני-- כי-אתה אלהי ישעי אותך קויתי כל-היום | 5 |
ngikhokhela eqinisweni Lakho ungifundise ngoba unguNkulunkulu, uMsindisi wami, lethemba lami likuwe insuku zonke.
זכר-רחמיך יהוה וחסדיך כי מעולם המה | 6 |
Khumbula, Oh Thixo, isihawu Sakho esikhulu kanye lothando, ngoba konke kuvela ekadeni.
חטאות נעורי ופשעי-- אל-תזכר כחסדך זכר-לי-אתה-- למען טובך יהוה | 7 |
Ungakhumbuli izono zobutsha bami lezindlela zokuhlamuka kwami; ngikhumbula ngokufanele uthando Lwakho, ngoba ulungile, Oh Thixo.
טוב-וישר יהוה על-כן יורה חטאים בדרך | 8 |
UThixo ulungile, uqotho; ngakho weluleka izoni ngezindlela zakhe.
ידרך ענוים במשפט וילמד ענוים דרכו | 9 |
Uhola abathobekileyo kulokho okuqondileyo abafundise indlela yakhe.
כל-ארחות יהוה חסד ואמת-- לנצרי בריתו ועדתיו | 10 |
Zonke izindlela zikaThixo zilothando, ziyathembeka kulabo abagcina izimiso zesivumelwano Sakhe.
למען-שמך יהוה וסלחת לעוני כי רב-הוא | 11 |
Ngenxa yegama Lakho, Oh Thixo, thethelela ububi bami, loba bubukhulu.
מי-זה האיש ירא יהוה-- יורנו בדרך יבחר | 12 |
Ngubani-ke umuntu omesabayo uThixo? Uzameluleka ngaleyondlela ayimiselweyo.
נפשו בטוב תלין וזרעו יירש ארץ | 13 |
Uzaphila insuku zakhe ekhomba ngophakathi, lezizukulwane zakhe zizakudla ilifa lelizwe.
סוד יהוה ליראיו ובריתו להודיעם | 14 |
Bayathenjwa nguThixo labo abamesabayo; ubenza basazi isivumelwano Sakhe.
עיני תמיד אל-יהוה כי הוא-יוציא מרשת רגלי | 15 |
Amehlo ami ahlezi ekuThixo lanini, ngoba nguye kuphela ozakhumula inyawo zami esithiyweni.
פנה-אלי וחנני כי-יחיד ועני אני | 16 |
Phendukela kimi ube lobubele lami, ngoba ngilesizungu, ngikhathazekile.
צרות לבבי הרחיבו ממצוקותי הוציאני | 17 |
Inhlupheko zenhliziyo yami sezandile; ngikhulula ekudabukeni kwami.
ראה עניי ועמלי ושא לכל-חטאותי | 18 |
Khangela ukukhathazeka kwami lokuhawula kwami, ususe zonke izono zami.
ראה-איבי כי-רבו ושנאת חמס שנאוני | 19 |
Ake ubone ukuthi izitha zami sezande kangakanani, lokuthi zingizonda kubi kanjani!
שמרה נפשי והצילני אל-אבוש כי-חסיתי בך | 20 |
Linda impilo yami ungihlenge; ungangiyekeli ngiyangeke, ngoba ngizuza isiphephelo Kuwe.
תם-וישר יצרוני כי קויתיך | 21 |
Sengathi ubuqotho lokuqonda kungangivikela, ngoba ngizuza isiphephelo Kuwe.
פדה אלהים את-ישראל-- מכל צרותיו | 22 |
Hlenga u-Israyeli, Oh Nkulunkulu, kuzozonke inhlupheko zakhe.