< Esther 2 >

1 after [the] word: thing [the] these like/as to subside rage [the] king Ahasuerus to remember [obj] Vashti and [obj] which to make: do and [obj] which to cut upon her
Emva kwalezizinto, ulaka lwenkosi uAhasuwerusi seludedile, wamkhumbula uVashiti, lalokho ayekwenzile, lalokho okwaqunywa ngaye.
2 and to say youth [the] king to minister him to seek to/for king maiden virgin pleasant appearance
Izinceku zenkosi ezaziyisebenzela zasezisithi: Kakudingelwe inkosi amantombazana, izintombi ezikhangeleka kuhle.
3 and to reckon: overseer [the] king overseer in/on/with all province royalty his and to gather [obj] all maiden virgin pleasant appearance to(wards) Susa [the] palace to(wards) house: palace [the] woman: wife to(wards) hand: power Hegai eunuch [the] king to keep: guard [the] woman and to give: give cosmetic their
Inkosi imise-ke ababonisi kuzo zonke izabelo zombuso, ukuze babuthanise wonke amantombazana, izintombi ezikhangeleka kuhle, eShushani isigodlo, endlini yabesifazana, esandleni sikaHegayi, umthenwa wenkosi, umlondolozi wabesifazana, lokunika okokuqhola kwawo.
4 and [the] maiden which be good in/on/with eye: appearance [the] king to reign underneath: instead Vashti and be good [the] word: thing in/on/with eye: appearance [the] king and to make: do so
Kuthi intombazana enhle emehlweni enkosi ibe yindlovukazi esikhundleni sikaVashiti. Indaba yayilungile-ke emehlweni enkosi, yenza njalo.
5 man Jew to be in/on/with Susa [the] palace and name his Mordecai son: child Jair son: child Shimei son: child Kish man Benjaminite
Kwakukhona indoda engumJuda eShushani isigodlo, obizo layo lalinguModekhayi indodana kaJayiri indodana kaShimeyi indodana kaKishi, umBhenjamini,
6 which to reveal: remove from Jerusalem with [the] captivity which to reveal: remove with Jeconiah king Judah which to reveal: remove Nebuchadnezzar king Babylon
owayethunjwe eJerusalema kanye labathunjwa ababethunjwe loJekoniya inkosi yakoJuda, uNebhukadinezari inkosi yeBhabhiloni owayebathumbile.
7 and to be be faithful [obj] Hadassah he/she/it Esther daughter beloved: male relative his for nothing to/for her father and mother and [the] maiden beautiful appearance and pleasant appearance and in/on/with death father her and mother her to take: take her Mordecai to/for him to/for daughter
Njalo wayesondla uHadasa, onguEsta, umntakamalumakhe, ngoba wayengelayise kumbe unina; njalo intombi yayinhle ngesimo njalo ikhangeleka kuhle; ekufeni-ke kukayise lonina uModekhayi wayithatha yaba yindodakazi yakhe.
8 and to be in/on/with to hear: proclaim word [the] king and law his and in/on/with to gather maiden many to(wards) Susa [the] palace to(wards) hand: power Hegai and to take: take Esther to(wards) house: home [the] king to(wards) hand: power Hegai to keep: guard [the] woman
Kwasekusithi sekuzwakele ilizwi lenkosi lomthetho wayo, lapho sekubuthaniswe izintombi ezinengi eShushani isigodlo esandleni sikaHegayi, uEsta laye wathathwa wasiwa endlini yenkosi esandleni sikaHegayi, umlondolozi wabesifazana.
9 and be good [the] maiden in/on/with eye: appearance his and to lift: kindness kindness to/for face: kindness his and to dismay [obj] cosmetic her and [obj] portion her to/for to give: give to/for her and [obj] seven [the] maiden [the] to see: select to/for to give: give to/for her from house: home [the] king and to change her and [obj] maiden her to/for pleasant house: home [the] woman: wife
Lentombi yayinhle emehlweni akhe, yazuza umusa phambi kwakhe; wasehle eyinika amakha ayo lezabelo zayo, lamantombazana akhethiweyo ayisikhombisa ukuyinika avela endlini yenkosi; wayisusa wayifaka yona lamantombazana ayo endaweni enhle yendlu yabesifazana.
10 not to tell Esther [obj] people her and [obj] relatives her for Mordecai to command upon her which not to tell
UEsta wayengakhulumanga abantu bakwabo lomhlobo wakhe, ngoba uModekhayi wayemlayile ukuthi angakukhulumi.
11 and in/on/with all day and day: daily Mordecai to go: walk to/for face: before court house: palace [the] woman: wife to/for to know [obj] peace: greeting Esther and what? to make: do in/on/with her
Langalo lonke usuku ngosuku uModekhayi wayehambahamba phambi kweguma lendlu yabesifazana ukwazi impilakahle kaEsta lokuthi kuyini okuzakwenzeka kuye.
12 and in/on/with to touch plait maiden and maiden to/for to come (in): come to(wards) [the] king Ahasuerus from end to be to/for her like/as law [the] woman two ten month for so to fill day rubbing their six month in/on/with oil [the] myrrh and six month in/on/with spice and in/on/with cosmetic [the] woman
Lekufikeni kwezopha lentombi ngentombi ukungena enkosini uAhasuwerusi ekucineni sekwenziwe kuye njengomthetho wabesifazana, inyanga ezilitshumi lambili, ngoba ngokunjalo kwagcwaliseka insuku zamakha awo, inyanga eziyisithupha ngamafutha emure, lenyanga eziyisithupha ngamakha okuqhola, langamanye amakha abesifazana.
13 and in/on/with this [the] maiden to come (in): come to(wards) [the] king [obj] all which to say to give: give to/for her to/for to come (in): come with her from house: home [the] woman: wife till house: home [the] king
Ngalokho-ke intombi yangena enkosini; loba kuyini ekutshoyo izakunikwa ukuthi ihambe lakho isuka endlini yabesifazana isiya endlini yenkosi.
14 in/on/with evening he/she/it to come (in): come and in/on/with morning he/she/it to return: return to(wards) house: palace [the] woman: wife second to(wards) hand: power Shaashgaz eunuch [the] king to keep: guard [the] concubine not to come (in): come still to(wards) [the] king that if: except if: except to delight in in/on/with her [the] king and to call: call to in/on/with name
Ntambama yangena, lekuseni ibuyele endlini yesibili yabesifazana, esandleni sikaShashigazi umthenwa wenkosi umlondolozi wabafazi abancinyane; kayingenanga futhi enkosini ngaphandle kokuthi inkosi ithokoze ngayo, ibizwe ngebizo.
15 and in/on/with to touch plait Esther daughter Abihail beloved: male relative Mordecai which to take: take to/for him to/for daughter to/for to come (in): come to(wards) [the] king not to seek word: thing that if: except if: except [obj] which to say Hegai eunuch [the] king to keep: guard [the] woman and to be Esther to lift: kindness favor in/on/with eye: appearance all to see: see her
Kwathi selifikile izopho likaEsta, indodakazi kaAbihayili umalumakhe kaModekhayi owayemthethe waba yindodakazi yakhe, lokuthi angene enkosini, kacelanga lutho ngaphandle kwalokho uHegayi umthenwa wenkosi umlondolozi wabesifazana akutshoyo. UEsta wayesemukela-ke umusa emehlweni abo bonke abambonayo.
16 and to take: take Esther to(wards) [the] king Ahasuerus to(wards) house: home royalty his in/on/with month [the] tenth he/she/it month Tebeth in/on/with year seven to/for royalty his
Ngokunjalo uEsta wasiwa enkosini uAhasuwerusi endlini yayo yesikhosini ngenyanga yetshumi, eyinyanga kaTebethi, ngomnyaka wesikhombisa wokubusa kwayo.
17 and to love: lover [the] king [obj] Esther from all [the] woman and to lift: kindness favor and kindness to/for face: kindness his from all [the] virgin and to set: make crown royalty in/on/with head her and to reign her underneath: instead Vashti
Inkosi yasimthanda uEsta okwedlula bonke abesifazana, wemukela umusa lesihe phambi kwayo okwedlula zonke intombi, yasibeka umqhele wobukhosi ekhanda lakhe, yamenza indlovukazi esikhundleni sikaVashiti.
18 and to make: offer [the] king feast great: large to/for all ruler his and servant/slave his [obj] feast Esther and holiday to/for province to make: offer and to give: give tribute like/as hand: to [the] king
Inkosi yasisenzela zonke iziphathamandla zayo lenceku zayo idili elikhulu, idili likaEsta. Yenzela izabelo ikhefu, yapha izipho njengokwamandla enkosi.
19 and in/on/with to gather virgin second and Mordecai to dwell in/on/with gate [the] king
Kwathi intombi sezibuthanisiwe okwesibili, uModekhayi wayehlezi esangweni lenkosi.
20 nothing Esther to tell relatives her and [obj] people her like/as as which to command upon her Mordecai and [obj] command Mordecai Esther to make: do like/as as which to be in/on/with brought up with him
UEsta wayengakhulumanga umhlobo wakhe labantu bakibo, njengoba uModekhayi wamlaya, ngoba uEsta wenza umlayo kaModekhayi njengalapho esondliwa elaye.
21 in/on/with day [the] they(masc.) and Mordecai to dwell in/on/with gate [the] king be angry Bigthan and Teresh two eunuch [the] king from to keep: guard [the] threshold and to seek to/for to send: reach hand in/on/with king Ahasuerus
Ngalezozinsuku uModekhayi ehlezi esangweni lenkosi, oBigithani loTereshi abathenwa ababili benkosi, abalindi bombundu, bathukuthela, badinga ukuyithela isandla inkosi uAhasuwerusi.
22 and to know [the] word: thing to/for Mordecai and to tell to/for Esther [the] queen and to say Esther to/for king in/on/with name Mordecai
Njalo udaba lwaziwa kuModekhayi, waselutshela uEsta indlovukazi; njalo uEsta wayitshela inkosi ebizweni likaModekhayi.
23 and to seek [the] word: deed and to find and to hang two their upon tree: stake and to write in/on/with scroll: book word: deed [the] day to/for face: before [the] king
Lolodaba seluhlolwa, lwatholakala lunjalo; ngakho bobabili baphanyekwa esihlahleni. Kwasekubhalwa egwalweni lwemilando phambi kwenkosi.

< Esther 2 >