< Ecclesiastes 7 >

1 [is] good A name more than ointment good and [the] day of death more than [the] day of being born he.
Ibizo elihle lingcono kulamafutha amahle; losuku lokufa kulosuku lokuzalwa kwakhe.
2 [is] good To go to a house of mourning more than to go to a house of a feast in that this [is] [the] end of every person and the living person he will give to heart his.
Kungcono ukuya endlini yokulila kulokuya endlini yedili; ngoba lokhu kuyisiphetho sakhe wonke umuntu; lophilayo uzakubeka enhliziyweni yakhe.
3 [is] good Vexation more than laughter for by sadness of face it will be good a heart.
Usizi lungcono kulohleko, ngoba ngokudana kobuso inhliziyo yenziwa ngcono.
4 [the] heart of Wise people [is] in a house of mourning and [the] heart of fools [is] in a house of gladness.
Inhliziyo yabahlakaniphileyo isendlini yokulila, kodwa inhliziyo yezithutha isendlini yentokozo.
5 [is] good To listen to [the] rebuke of a wise [person] more than someone [who] listens to [the] song of fools.
Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kulokuthi umuntu ezwe ingoma yezithutha.
6 For like [the] sound of thorns under the pot so [the] laughter of the fool and also this [is] futility.
Ngoba njengokuchachamba kwameva ngaphansi kwembiza lunjalo uhleko lwesithutha. Lokhu lakho kuyize.
7 For oppression it will make look foolish a wise [person] so it may destroy a heart a bribe.
Isibili ucindezelo lwenza ohlakaniphileyo abe luhlanya, lesipho siyayichitha inhliziyo.
8 [is] good [the] end of A matter more than beginning its [is] good a [person] patient of spirit more than a [person] proud of spirit.
Singcono isiphetho sento kulokuqala kwayo; kungcono ukubekezela komoya kulokuziphakamisa komoya.
9 May not you be hasty in spirit your to become angry for anger in [the] bosom of fools it settles.
Ungaphangisi emoyeni wakho ukuthukuthela, ngoba ukuthukuthela kuhlala esifubeni sezithutha.
10 May not you say why? was it that the days former they were good more than these for not from wisdom you have asked on this.
Ungatsho ukuthi: Kwenziwa yini ukuthi insuku zakuqala zibe ngcono kulalezi? Ngoba kawubuzi ngenhlakanipho ngalokhu.
11 [is] good Wisdom with an inheritance and [is] an advantage to [those who] see the sun.
Inhlakanipho yinhle ilelifa, njalo kulenzuzo kwabalibonayo ilanga.
12 For [is] a shade wisdom [is] a shade money and [the] advantage of knowledge wisdom it preserves alive owners its.
Ngoba inhlakanipho iyisivikelo, imali iyisivikelo; kodwa ubungcono bolwazi yikuthi lunika impilo kubaninilo.
13 Consider [the] work of God for who? is he able to straighten [that] which he has bent it.
Nakana umsebenzi kaNkulunkulu; ngoba ngubani olakho ukwelula akugobisileyo?
14 On a day of good be in good and on a day of adversity consider also this exactly as this he has made God on reason that not he will find out humankind after him anything.
Thokoza ngosuku lokuphumelela, kodwa ngosuku lobubi nakana: UNkulunkulu ulwenzile lalolu lwaba njengalolo, ukuze umuntu angatholi lutho oluzakuba khona emva kwakhe.
15 Everything I have seen in [the] days of futility my there [is] a righteous [person] [who] perishes in righteousness his and there [is] a wicked [person] [who] prolongs in evil his.
Konke ngikubonile ensukwini zokuyize kwami: Kukhona olungileyo obhubhela ekulungeni kwakhe, njalo kukhona omubi owelula impilo yakhe ebubini bakhe.
16 May not you be righteous greatly and may not you make yourself wise excess why? will you destroy yourself.
Ungabi ngolungileyo ngokudlulisayo, futhi ungahlakaniphi okwedlulisileyo; uzichithelani?
17 May not you be wicked greatly and may not you be a fool why? will you die at not time your.
Ungabi ngomubi ngokudlulisayo, futhi ungabi yisiwula; uzafelani kungakabi yisikhathi sakho?
18 [is] good That you will take hold on this and also from this may not you give rest to hand your for [one] fearing God he will go out all of them.
Kuhle ukuthi ubambelele kulokhu, yebo, ungabuyisi isandla sakho lakulokho; ngoba omesabayo uNkulunkulu uzaphepha kukho konke.
19 Wisdom it gives strength to the wise [person] more than ten rulers who they are in the city.
Inhlakanipho iyamqinisa ohlakaniphileyo okwedlula ababusi abalitshumi abasemzini.
20 For a person there not [is] righteous [person] on the earth who he does good and not he sins.
Ngoba kakulamuntu olungileyo emhlabeni owenza okuhle angoni.
21 Also to all the words which people speak may not you give heart your that not you will hear servant your cursing you.
Futhi ungabeki inhliziyo yakho emazwini wonke akhulunywayo, ukuze ungezwa ukuthi inceku yakho iyakuthuka.
22 For also times many it knows heart your that also (you *Q(K)*) you have cursed others.
Ngoba ngezikhathi ezinengi lenhliziyo yakho iyakwazi ukuthi lawe uqobo ubathukile abanye.
23 All this I have put to [the] test by wisdom I said let me be wise and it [was] far from me.
Konke lokhu ngikuhlolile ngenhlakanipho, ngathi: Ngizahlakanipha; kodwa kwakukhatshana lami.
24 [is] far away Whatever [that] which has been and deep - deep who? will he find out it.
Okukhatshana, lokujule kakhulu, ngubani ozakufumana?
25 I turned I heart my to know and to examine and to seek wisdom and an explanation and to know wickedness stupidity and the folly madness.
Ngaphenduka mina lenhliziyo yami ukwazi lokuhlola lokudinga inhlakanipho, lesizatho sezinto, lokwazi inkohlakalo yobuwula, lobuthutha bobuhlanya.
26 And [was] finding I bitter more than death the woman who she [is] snares and [is] nets heart her [are] fetters hands her a [person] good before God he escapes from her and a sinner he is captured by her.
Ngasengithola okubaba kulokufa: Owesifazana onhliziyo yakhe iyimijibila lamambule, lezandla zakhe ziyizibopho. Olungileyo phambi kukaNkulunkulu uzaphepha kuye, kodwa isoni sizabanjwa nguye.
27 Consider this I have found she said Teacher one to one to find an explanation.
Khangela, yilokhu engikutholileyo, utsho umTshumayeli, ngibeka okunye kokunye, ukuthola isizatho sezinto,
28 Which again it has sought self my and not I have found a man one of a thousand I have found and a woman among all these not I have found.
umphefumulo wami osasidinga kodwa kangisitholanga. Indoda eyodwa phakathi kwenkulungwane ngayithola, kodwa owesifazana phakathi kwabo bonke labo kangimtholanga.
29 Only consider this I have found that he made God humankind upright and they they have sought schemes many.
Khangela, yilokhu kuphela engikutholileyo, ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waqonda; kodwa bona sebedinge amacebo amanengi.

< Ecclesiastes 7 >