< Psalms 103 >
1 BY DAVID. Bless, O my soul, YHWH, And all my inward parts—His Holy Name.
Bonga iNkosi, mphefumulo wami, lakho konke okuphakathi kwami kubonge ibizo layo elingcwele.
2 Bless, O my soul, YHWH, And do not forget all His benefits,
Busisa iNkosi, mphefumulo wami, ungakhohlwa zonke izinzuzo zayo,
3 Who is forgiving all your iniquities, Who is healing all your diseases,
ethethelela zonke izono zakho, eyelapha zonke izifo zakho,
4 Who is redeeming your life from destruction, Who is crowning you [with] kindness and mercies,
ehlenga impilo yakho ekubhujisweni, ekwethwesa umqhele womusa lezihawu,
5 Who is satisfying your desire with good, Your youth renews itself as an eagle.
esuthisa umlomo wakho ngokuhle, ukuze ubutsha bakho buvuswe njengobokhozi.
6 YHWH is doing righteousness and judgments For all the oppressed.
INkosi iyabenzela ukulunga lezahlulelo bonke abacindezelweyo.
7 He makes His ways known to Moses, His acts to the sons of Israel.
Yamazisa uMozisi indlela zayo, abantwana bakoIsrayeli izenzo zayo.
8 YHWH [is] merciful and gracious, Slow to anger, and abundant in mercy.
INkosi ilesihawu lomusa, iyaphuza ukuthukuthela, njalo ivame ububele.
9 He does not strive forever, Nor does He watch for all time.
Kayiyikuphikisana njalonjalo, kayiyikugcina intukuthelo kuze kube nininini.
10 He has not done to us according to our sins, Nor according to our iniquities Has He conferred benefits on us.
Kayisenzelanga njengokwezono zethu, kayisiphindiselanga njengokweziphambeko zethu.
11 For as the height of the heavens [is] above the earth, His kindness has been mighty over those fearing Him.
Ngoba njengokuphakama kwamazulu ngaphezu komhlaba, umkhulu umusa wayo kubo abayesabayo.
12 He has put our transgressions far from us—as the distance of east from west.
Njengobukhatshana bempumalanga kuyo intshonalanga, ngokunjalo izisusele khatshana lathi iziphambeko zethu.
13 As a father has mercy on sons, YHWH has mercy on those fearing Him.
Njengoyise ehawukela abantwana, iNkosi iyabahawukela labo abayesabayo.
14 For He has known our frame, Remembering that we [are] dust.
Ngoba iyakwazi ukubunjwa kwethu, ikhumbula ukuthi siluthuli.
15 Mortal man! His days [are] as grass, He flourishes as a flower of the field;
Umuntu, insuku zakhe zinjengotshani; njengeluba leganga, ngokunjalo uyakhahlela.
16 For a wind has passed over it, and it is not, And its place does not discern it anymore.
Ngoba umoya wedlula phezu kwakhe, njalo angabikho, lendawo yakhe ingabe isamazi.
17 And the kindness of YHWH [Is] from age even to age on those fearing Him, And His righteousness to sons’ sons,
Kodwa umusa weNkosi usukela ephakadeni usiya ephakadeni phezu kwabayesabayo, lokulunga kwayo kuze kube sebantwaneni babantwana,
18 To those keeping His covenant, And to those remembering His precepts to do them.
kubo abagcina isivumelwano sayo, lakubo abakhumbula imithetho yayo ukuyenza.
19 YHWH has established His throne in the heavens, And His kingdom has ruled over all.
INkosi imisile isihlalo sayo sobukhosi emazulwini, lombuso wayo ubusa phezu kwakho konke.
20 Bless YHWH, you His messengers, Mighty in power—doing His word, To listen to the voice of His word.
Busisani iNkosi, lina zingilosi zayo, maqhawe alamandla, ezenza ilizwi layo, lilalela ilizwi lelizwi layo.
21 Bless YHWH, all you His hosts, His ministers—doing His pleasure.
Bongani iNkosi, lonke mabandla ayo, zikhonzi zayo, ezenza intando yayo.
22 Bless YHWH, all you His works, In all places of His dominion. Bless, O my soul, YHWH!
Bongani iNkosi, lonke misebenzi yayo, endaweni zonke zombuso wayo. Bonga iNkosi, mphefumulo wami.