< الأمثال 12 >
مَنْ يُحِبُّ التَّأْدِيبَ يُحِبُّ الْمَعْرِفَةَ، وَمَنْ يَمْقُتُ التَّأْنِيبَ غَبِيٌّ. | ١ 1 |
Othanda ukulaywa uthanda ulwazi; kodwa ozonda ukukhuzwa uyisithutha.
الصَّالِحُ يَحْظَى بِرِضَى الرَّبِّ، وَرَجُلُ الْمَكَائِدِ يَسْتَجْلِبُ قَضَاءَهُ. | ٢ 2 |
Olungileyo uzuza umusa eNkosini, kodwa umuntu wamacebo amabi iyamlahla.
لَا يَثْبُتُ الإِنْسَانُ بِالشَّرِّ، أَمَّا أَصْلُ الصِّدِّيقِ فَلا يَتَزَعْزَعُ. | ٣ 3 |
Umuntu kayikumiswa yibubi, kodwa impande yabalungileyo kayiyikunyikinywa.
الْمَرْأَةُ الْفَاضِلَةُ تَاجٌ لِزَوْجِهَا، أَمَّا جَالِبَةُ الْخِزْيِ فَكَنَخْرٍ فِي عِظَامِهِ. | ٤ 4 |
Umfazi okhuthalela okulungileyo ungumqhele wendoda yakhe, kodwa oyangisayo unjengokubola emathanjeni ayo.
مَقَاصِدُ الصِّدِّيقِ شَرِيفَةٌ، وَتَدَابِيرُ الشِّرِّيرِ غَادِرَةٌ. | ٥ 5 |
Imicabango yabalungileyo ilungile; izeluleko zababi ziyinkohliso.
كَلامُ الأَشْرَارِ يَتَرَبَّصُ لِسَفْكِ الدَّمِ، وَأَقْوَالُ الْمُسْتَقِيمِينَ تَسْعَى لِلإِنْقَاذِ. | ٦ 6 |
Amazwi abakhohlakeleyo ngawokucathamela igazi, kodwa umlomo wabaqotho uzabophula.
مَصِيرُ الأَشْرَارِ الانْهِيَارُ وَالتَّلاشِي، أَمَّا صَرْحُ الصِّدِّيقِينَ فَيَثْبُتُ رَاسِخاً. | ٧ 7 |
Abakhohlakeleyo bayachithwa, bangabe besaba khona; kodwa indlu yabalungileyo izakuma.
يُحْمَدُ الْمَرْءُ لِتَعَقُّلِهِ، وَيُزْدَرَى ذُو الْقَلْبِ الْمُلْتَوِي. | ٨ 8 |
Umuntu uzadunyiswa ngokwenhlakanipho yakhe, kodwa ophambeke ngenhliziyo uzakuba ngowokudelelwa.
الْحَقِيرُ الْكَادِحُ خَيْرٌ مِنَ الْمُتَعَاظِمِ الْمُفْتَقِرِ لِلُقْمَةِ الْخُبْزِ. | ٩ 9 |
Odelelekayo elesisebenzi ungcono kulozihloniphayo aswele ukudla.
الصِّدِّيقُ يُرَاعِي نَفْسَ بَهِيمَتِهِ، أَمَّا الشِّرِّيرُ فَأَرَقُّ مَرَاحِمِهِ تَتَّسِمُ بِالْقَسْوَةِ. | ١٠ 10 |
Olungileyo unanzelela impilo yesifuyo sakhe, kodwa izihawu zabakhohlakeleyo ziyilunya.
مَنْ يُفْلِحْ أَرْضَهُ، تَكْثُرْ غَلَّةُ خُبْزِهِ، وَمَنْ يُلاحِقُ الأَوْهَامَ فَهُوَ أَحْمَقُ. | ١١ 11 |
Olima insimu yakhe uzasutha ngokudla, kodwa ozingela izinto eziyize uswela ingqondo.
يَشْتَهِي الشِّرِّيرُ مَنَاهِبَ الإِثْمِ، أَمَّا الصِّدِّيقُ فَيَزْدَهِرُ. | ١٢ 12 |
Okhohlakeleyo ufisa impango yababi, kodwa impande yabalungileyo iyahluma.
يَقَعُ الشِّرِّيرُ فِي فَخِّ أَكَاذِيبِ لِسَانِهِ، أَمَّا الصِّدِّيقُ فَيُفْلِتُ مِنَ الضِّيقِ. | ١٣ 13 |
Ekuphambekeni kwendebe kulomjibila womubi, kodwa olungileyo uzaphuma enkathazweni.
مِنْ ثَمَرِ صِدْقِ أَقْوَالِهِ يَشْبَعُ الإِنْسَانُ خَيْراً، كَمَا تُرَدُّ لَهُ ثِمَارُ أَعْمَالِ يَدَيْهِ. | ١٤ 14 |
Umuntu uzasutha ngokulungileyo ngesithelo somlomo, lomvuzo wezandla zomuntu uzabuyiselwa kuye.
يَبْدُو سَبِيلُ الأَحْمَقِ صَالِحاً فِي عَيْنَيْهِ، أَمَّا الْحَكِيمُ فَيَسْتَمِعُ إِلَى الْمَشُورَةِ. | ١٥ 15 |
Indlela yesithutha ilungile emehlweni aso, kodwa olalela iseluleko uhlakaniphile.
يُبْدِي الأَحْمَقُ غَيْظَهُ فِي لَحْظَةٍ، أَمَّا الْعَاقِلُ فَيَتَجَاهَلُ الإِهَانَةَ. | ١٦ 16 |
Isithutha, intukuthelo yaso yaziwa ngosuku; kodwa ohlakaniphileyo ufihla ihlazo.
مَنْ يَنْطِقْ بِالصِّدْقِ يَشْهَدْ بِالْحَقِّ، أَمَّا شَاهِدُ الزُّورِ فَيَتَكَلَّمُ بِالْكَذِبِ. | ١٧ 17 |
Ophefumula iqiniso wazisa ukulunga, kodwa umfakazi wamanga inkohliso.
رُبَّ مِهْذَارٍ تَنْفُذُ كَلِمَاتُهُ كَطَعْنَاتِ السَّيْفِ، وَفِي أَقْوَالِ فَمِ الْحُكَمَاءِ شِفَاءٌ. | ١٨ 18 |
Kukhona ophahluka njengokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwezihlakaniphi luyikusilisa.
أَقْوَالُ الشِّفَاهِ الصَّادِقَةِ تَدُومُ إِلَى الأَبَدِ، أَمَّا أَكَاذِيبُ لِسَانِ الزُّورِ فَتَنْفَضِحُ فِي لَحْظَةٍ. | ١٩ 19 |
Indebe yeqiniso izamiswa phakade, kodwa ulimi lwamanga lungolomzuzu nje.
يَكْمُنُ الْغِشُّ فِي قُلُوبِ مُدَبِّرِي الشَّرِّ، أَمَّا الْفَرَحُ فَيَمْلأُ صُدُورَ السَّاعِينَ إِلَى السَّلامِ. | ٢٠ 20 |
Inkohliso isenhliziyweni yabaceba okubi, kodwa abeluleki bokuthula balentokozo.
لَا يُصِيبُ الصِّدِّيقَ سُوءٌ، أَمَّا الأَشْرَارُ فَيَحِيقُ بِهِمُ الأَذَى. | ٢١ 21 |
Lokukodwa okubi kakuyikubehlela abalungileyo, kodwa abakhohlakeleyo bagcwele ububi.
الشِّفَاهُ الْكَاذِبَةُ رِجْسٌ لَدَى الرَّبِّ، وَمَسَرَّتُهُ بِالْعَامِلِينَ بِالصِّدْقِ. | ٢٢ 22 |
Indebe zamanga ziyisinengiso eNkosini, kodwa abenza iqiniso bayintokozo yayo.
الْعَاقِلُ يَحْتَفِظُ بِعِلْمِهِ، وَقُلُوبُ الْجُهَّالِ تَفْضَحُ مَا فِيهَا مِنْ سَفَاهَةٍ. | ٢٣ 23 |
Umuntu ohlakaniphileyo ufihla ulwazi, kodwa inhliziyo yezithutha imemezela ubuthutha.
ذُو الْيَدِ الْمُجْتَهِدَةِ يَسُودُ، وَالْكَسُولُ ذُو الْيَدِ الْمُرْتَخِيَةِ يَخْدُمُ تَحْتَ الْجِزْيَةِ. | ٢٤ 24 |
Isandla sabakhutheleyo sizabusa, kodwa amavila azakuba yizibhalwa.
الْقَلْبُ الْقَلِقُ الْجَزِعُ يُوْهِنُ الإِنْسَانَ، وَالْكَلِمَةُ الطَّيِّبَةُ تُفَرِّحُهُ. | ٢٥ 25 |
Ukukhathazeka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa, kodwa ilizwi elihle liyayithokozisa.
الصِّدِّيقُ يَهْدِي صَاحِبَهُ، أَمَّا طَرِيقُ الأَشْرَارِ فَتُضِلُّهُ. | ٢٦ 26 |
Olungileyo ungumholi kamakhelwane wakhe, kodwa indlela yabakhohlakeleyo iyabaduhisa.
الْمُتَقَاعِسُ لَا يَحْظَى بِصَيْدٍ، وَأَثْمَنُ مَا لَدَى الإِنْسَانِ هُوَ اجْتِهَادُهُ. | ٢٧ 27 |
Olivila kayikosa inyamazana yakhe ayizingeleyo, kodwa impahla yomuntu okhutheleyo iligugu.
سَبِيلُ الْبِرِّ يُفْضِي إِلَى الْحَيَاةِ، وَفِي طَرِيقِهِ خُلُودٌ. | ٢٨ 28 |
Endleleni yokulunga kulempilo, lendleleni yomkhondo kakulakufa.