< اَلْمَزَامِيرُ 62 >
لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ عَلَى «يَدُوثُونَ». مَزْمُورٌ لِدَاوُدَ إِنَّمَا لِلهِ ٱنْتَظَرَتْ نَفْسِي. مِنْ قِبَلِهِ خَلَاصِي. | ١ 1 |
Ngoqotho, umphefumulo wami uyamlindela uNkulunkulu ngokuthula; luvela kuye usindiso lwami.
إِنَّمَا هُوَ صَخْرَتِي وَخَلَاصِي، مَلْجَإِي، لَا أَتَزَعْزَعُ كَثِيرًا. | ٢ 2 |
Nguye kuphela olidwala lami losindiso lwami, inqaba yami; kangiyikunyikinywa kakhulu.
إِلَى مَتَى تَهْجِمُونَ عَلَى ٱلْإِنْسَانِ؟ تَهْدِمُونَهُ كُلُّكُمْ كَحَائِطٍ مُنْقَضٍّ، كَجِدَارٍ وَاقِعٍ! | ٣ 3 |
Koze kube nini liceba ububi limelene lomuntu? Lonke lizabulawa, njengomduli otshekileyo, uthango oludilikayo.
إِنَّمَا يَتَآمَرُونَ لِيَدْفَعُوهُ عَنْ شَرَفِهِ. يَرْضَوْنَ بِٱلْكَذِبِ. بِأَفْوَاهِهِمْ يُبَارِكُونَ وَبِقُلُوبِهِمْ يَلْعَنُونَ. سِلَاهْ. | ٤ 4 |
Baceba kuphela ukumwisa ekuphakameni kwakhe, bathokoza ngamanga; ngomlomo wabo bayabusisa, kodwa ngaphakathi kwabo bayathuka. (Sela)
إِنَّمَا لِلهِ ٱنْتَظِرِي يَا نَفْسِي، لِأَنَّ مِنْ قِبَلِهِ رَجَائِي. | ٥ 5 |
Mphefumulo wami, lindela ngokuthula kuNkulunkulu kuphela; ngoba ithemba lami livela kuye.
إِنَّمَا هُوَ صَخْرَتِي وَخَلَاصِي، مَلْجَإِي فَلَا أَتَزَعْزَعُ. | ٦ 6 |
Nguye kuphela olidwala lami losindiso lwami, inqaba yami; kangiyikunyikinywa.
عَلَى ٱللهِ خَلَاصِي وَمَجْدِي، صَخْرَةُ قُوَّتِي مُحْتَمَايَ فِي ٱللهِ. | ٧ 7 |
LukuNkulunkulu usindiso lwami lodumo lwami, idwala lamandla ami, isiphephelo sami, kukuNkulunkulu.
تَوَكَّلُوا عَلَيْهِ فِي كُلِّ حِينٍ يَا قَوْمُ. ٱسْكُبُوا قُدَّامَهُ قُلُوبَكُمْ. ٱللهُ مَلْجَأٌ لَنَا. سِلَاهْ. | ٨ 8 |
Thembani kuye isikhathi sonke, lina bantu; lithulule inhliziyo yenu phambi kwakhe; uNkulunkulu uyisiphephelo sethu. (Sela)
إِنَّمَا بَاطِلٌ بَنُو آدَمَ. كَذِبٌ بَنُو ٱلْبَشَرِ. فِي ٱلْمَوَازِينِ هُمْ إِلَى فَوْقُ. هُمْ مِنْ بَاطِلٍ أَجْمَعُونَ. | ٩ 9 |
Ngoqotho, abantukazana bayize, izikhulu ziyinkohliso; esilinganisweni balula kuleze bebonke.
لَا تَتَّكِلُوا عَلَى ٱلظُّلْمِ وَلَا تَصِيرُوا بَاطِلًا فِي ٱلْخَطْفِ. إِنْ زَادَ ٱلْغِنَى فَلَا تَضَعُوا عَلَيْهِ قَلْبًا. | ١٠ 10 |
Lingathembeli embandezelweni, lingamisi ithemba eliyize ekuphangeni; uba inotho isanda, lingabeki inhliziyo kuyo.
مَرَّةً وَاحِدَةً تَكَلَّمَ ٱلرَّبُّ، وَهَاتَيْنِ ٱلِٱثْنَتَيْنِ سَمِعْتُ: أَنَّ ٱلْعِزَّةَ لِلهِ، | ١١ 11 |
UNkulunkulu ukhulumile kwaba kanye, ngikuzwile lokhu kabili, ukuthi amandla angakaNkulunkulu.
وَلَكَ يَارَبُّ ٱلرَّحْمَةُ، لِأَنَّكَ أَنْتَ تُجَازِي ٱلْإِنْسَانَ كَعَمَلِهِ. | ١٢ 12 |
Lomusa ungowakho, Nkosi; ngoba wena uyamphindisela wonke umuntu njengokomsebenzi wakhe.