< اَلْمَزَامِيرُ 48 >
تَسْبِيحَةٌ. مَزْمُورٌ لِبَنِي قُورَحَ عَظِيمٌ هُوَ ٱلرَّبُّ وَحَمِيدٌ جِدًّا فِي مَدِينَةِ إِلَهِنَا، جَبَلِ قُدْسِهِ. | ١ 1 |
Ingoma. Ihubo lamaDodana kaKhora. Umkhulu uThixo, ufanele ngokuphindiweyo ukudunyiswa, emzini kaNkulunkulu wethu, intaba yakhe engcwele.
جَمِيلُ ٱلِٱرْتِفَاعِ، فَرَحُ كُلِّ ٱلْأَرْضِ، جَبَلُ صِهْيَوْنَ. فَرَحُ أَقَاصِي ٱلشِّمَالِ، مَدِينَةُ ٱلْمَلِكِ ٱلْعَظِيمِ. | ٢ 2 |
Muhle kakhulu ngokuphakama kwakhe, uyintokozo yomhlaba wonke. Njengeziqongo zeZafoni injalo intaba iZiyoni, umuzi weNkosi eNkulu.
ٱللهُ فِي قُصُورِهَا يُعْرَفُ مَلْجَأً. | ٣ 3 |
UNkulunkulu usemithangaleni yawo; ubonisa ukuthi nguye oyinqaba yawo.
لِأَنَّهُ هُوَذَا ٱلْمُلُوكُ ٱجْتَمَعُوا. مَضَوْا جَمِيعًا. | ٤ 4 |
Kwathi lapho amakhosi ehlanganisa izimpi zawo, lapho ehlasela kanyekanye,
لَمَّا رَأَوْا بُهِتُوا، ٱرْتَاعُوا، فَرُّوا. | ٥ 5 |
awubona umuzi lo ethuka aphaphatheka esetshaywa luvalo.
أَخَذَتْهُمُ ٱلرِّعْدَةُ هُنَاكَ، وَٱلْمَخَاضُ كَوَالِدَةٍ. | ٦ 6 |
Ahle athuthumela khonapho, ezwa ubuhlungu obuzwiwa ngowesifazane ehelelwa.
بِرِيحٍ شَرْقِيَّةٍ تَكْسِرُ سُفُنَ تَرْشِيشَ. | ٧ 7 |
Wena wabatshabalalisa njengemikhumbi yaseThashishi ibhidlizwa ngumoya wempumalanga.
كَمَا سَمِعْنَا هَكَذَا رَأَيْنَا فِي مَدِينَةِ رَبِّ ٱلْجُنُودِ، فِي مَدِينَةِ إِلَهِنَا. ٱللهُ يُثَبِّتُهَا إِلَى ٱلْأَبَدِ. سِلَاهْ. | ٨ 8 |
Lokho esikuzwileyo yikho esikubonileyo emzini kaThixo uSomandla, emzini kaNkulunkulu wethu: uNkulunkulu uzawuvikela lanini.
ذَكَرْنَا يَا ٱللهُ رَحْمَتَكَ فِي وَسَطِ هَيْكَلِكَ. | ٩ 9 |
Phakathi kwethempeli lakho, Oh Nkulunkulu, siyacabanga ngothando lwakho olungaphuthiyo.
نَظِيرُ ٱسْمِكَ يَا ٱللهُ تَسْبِيحُكَ إِلَى أَقَاصِي ٱلْأَرْضِ. يَمِينُكَ مَلآنَةٌ بِرًّا. | ١٠ 10 |
Njengebizo lakho, Oh Nkulunkulu, udumo lwakho lufika emikhawulweni yomhlaba; isandla sakho sokunene sigcwele ukulunga.
يَفْرَحُ جَبَلُ صِهْيَوْنَ، تَبْتَهِجُ بَنَاتُ يَهُوذَا مِنْ أَجْلِ أَحْكَامِكَ. | ١١ 11 |
Intaba iZiyoni iyathokoza, imizi yakoJuda iyathaba ngezahlulelo zakho.
طُوفُوا بِصِهْيَوْنَ، وَدُورُوا حَوْلَهَا. عُدُّوا أَبْرَاجَهَا. | ١٢ 12 |
Hambahamba eZiyoni, ibhode, bala izilindo zayo eziphezulu,
ضَعُوا قُلُوبَكُمْ عَلَى مَتَارِسِهَا. تَأَمَّلُوا قُصُورَهَا لِكَيْ تُحَدِّثُوا بِهَا جِيلًا آخَرَ. | ١٣ 13 |
nanzelela kuhle imithangala yayo, hlola izinqaba zayo, ukuze ukwazi ukulandisela isizukulwane esizayo.
لِأَنَّ ٱللهَ هَذَا هُوَ إِلَهُنَا إِلَى ٱلدَّهْرِ وَٱلْأَبَدِ. هُوَ يَهْدِينَا حَتَّى إِلَى ٱلْمَوْتِ. | ١٤ 14 |
Ngoba uNkulunkulu lo nguNkulunkulu wethu nini lanini; uzakuba ngumholi wethu lasekupheleni.