< اَلْمَزَامِيرُ 116 >
أَحْبَبْتُ لِأَنَّ ٱلرَّبَّ يَسْمَعُ صَوْتِي، تَضَرُّعَاتِي. | ١ 1 |
Ngiyayithanda iNkosi, ngoba izwile ilizwi lami, ukunxusa kwami.
لِأَنَّهُ أَمَالَ أُذْنَهُ إِلَيَّ فَأَدْعُوهُ مُدَّةَ حَيَاتِي. | ٢ 2 |
Ngoba ibeke indlebe yayo kimi, ngakho ngizayibiza ensukwini zami.
ٱكْتَنَفَتْنِي حِبَالُ ٱلْمَوْتِ. أَصَابَتْنِي شَدَائِدُ ٱلْهَاوِيَةِ. كَابَدْتُ ضِيقًا وَحُزْنًا. (Sheol ) | ٣ 3 |
Izibopho zokufa zangihanqa, lenhlungu zesihogo zangibamba; ngathola inhlupheko losizi. (Sheol )
وَبِٱسْمِ ٱلرَّبِّ دَعَوْتُ: «آهِ يَارَبُّ، نَجِّ نَفْسِي!». | ٤ 4 |
Ngasengibiza ibizo leNkosi, ngathi: O Nkosi, khulula umphefumulo wami.
ٱلرَّبُّ حَنَّانٌ وَصِدِّيقٌ، وَإِلَهُنَا رَحِيمٌ. | ٥ 5 |
Ilomusa iNkosi, ilungile; ye, uNkulunkulu wethu ulesihawu.
ٱلرَّبُّ حَافِظُ ٱلْبُسَطَاءِ. تَذَلَّلْتُ فَخَلَّصَنِي. | ٦ 6 |
INkosi iyabalondoloza abathobekileyo; ngehliselwa phansi, yasingisindisa.
ٱرْجِعِي يَا نَفْسِي إِلَى رَاحَتِكِ، لِأَنَّ ٱلرَّبَّ قَدْ أَحْسَنَ إِلَيْكِ. | ٧ 7 |
Buyela, mphefumulo wami, ekuphumuleni kwakho, ngoba iNkosi ikuphethe ngomusa.
لِأَنَّكَ أَنْقَذْتَ نَفْسِي مِنَ ٱلْمَوْتِ، وَعَيْنِي مِنَ ٱلدَّمْعَةِ، وَرِجْلَيَّ مِنَ ٱلزَّلَقِ. | ٨ 8 |
Ngoba ikhulule umphefumulo wami ekufeni, amehlo ami ezinyembezini, unyawo lwami ekuweni.
أَسْلُكُ قُدَّامَ ٱلرَّبِّ فِي أَرْضِ ٱلْأَحْيَاءِ. | ٩ 9 |
Ngizahamba phambi kweNkosi emazweni abaphilayo.
آمَنْتُ لِذَلِكَ تَكَلَّمْتُ: «أَنَا تَذَلَّلْتُ جِدًّا». | ١٠ 10 |
Ngakholwa, ngakho ngikhulumile. Mina ngahlupheka kakhulu.
أَنَا قُلْتُ فِي حَيْرَتِي: «كُلُّ إِنْسَانٍ كَاذِبٌ». | ١١ 11 |
Mina ngathi ekuphangiseni kwami: Wonke umuntu ungumqambimanga.
مَاذَا أَرُدُّ لِلرَّبِّ مِنْ أَجْلِ كُلِّ حَسَنَاتِهِ لِي؟ | ١٢ 12 |
Ngizabuyiselani eNkosiningazo zonke inzuzo zayo kimi?
كَأْسَ ٱلْخَلَاصِ أَتَنَاوَلُ، وَبِٱسْمِ ٱلرَّبِّ أَدْعُو. | ١٣ 13 |
Ngizathatha inkezo yosindiso, ngibize ibizo leNkosi.
أُوفِي نُذُورِي لِلرَّبِّ مُقَابِلَ كُلِّ شَعْبِهِ. | ١٤ 14 |
Ngizakhokha izifungo zami eNkosini, khathesi phambi kwabantu bayo bonke.
عَزِيزٌ فِي عَيْنَيِ ٱلرَّبِّ مَوْتُ أَتْقِيَائِهِ. | ١٥ 15 |
Kuligugu emehlweni eNkosi ukufa kwabangcwele bayo.
آهِ يَارَبُّ، لِأَنِّي عَبْدُكَ! أَنَا عَبْدُكَ ٱبْنُ أَمَتِكَ. حَلَلْتَ قُيُودِي. | ١٦ 16 |
Hawu Nkosi, isibili ngiyinceku yakho, ngiyinceku yakho, indodana yencekukazi yakho; uthukulule izibopho zami.
فَلَكَ أَذْبَحُ ذَبِيحَةَ حَمْدٍ، وَبِٱسْمِ ٱلرَّبِّ أَدْعُو. | ١٧ 17 |
Ngizakuhlabela umhlatshelo wokubonga, ngibize ibizo leNkosi.
أُوفِي نُذُورِي لِلرَّبِّ مُقَابِلَ شَعْبِهِ، | ١٨ 18 |
Ngizakhokha izifungo zami eNkosini, khathesi phambi kwabantu bayo bonke,
فِي دِيَارِ بَيْتِ ٱلرَّبِّ، فِي وَسَطِكِ يَا أُورُشَلِيمُ. هَلِّلُويَا. | ١٩ 19 |
emagumeni endlu yeNkosi, phakathi kwakho, Jerusalema. Dumisani iNkosi!