< اَلْمَزَامِيرُ 112 >
هَلِّلُويَا. طُوبَى لِلرَّجُلِ ٱلْمُتَّقِي ٱلرَّبِّ، ٱلْمَسْرُورِ جِدًّا بِوَصَايَاهُ. | ١ 1 |
Dumisani iNkosi! Ubusisiwe umuntu oyesabayo iNkosi, othokoza kakhulu ngemithetho yayo.
نَسْلُهُ يَكُونُ قَوِيًّا فِي ٱلْأَرْضِ. جِيلُ ٱلْمُسْتَقِيمِينَ يُبَارَكُ. | ٢ 2 |
Inzalo yakhe izakuba lamandla emhlabeni; isizukulwana sabaqotho sizabusiswa.
رَغْدٌ وَغِنًى فِي بَيْتِهِ، وَبِرُّهُ قَائِمٌ إِلَى ٱلْأَبَدِ. | ٣ 3 |
Imfuyo lenotho kuzakuba sendlini yakhe, lokulunga kwakhe kuzakuma kuze kube nininini.
نُورٌ أَشْرَقَ فِي ٱلظُّلْمَةِ لِلْمُسْتَقِيمِينَ. هُوَ حَنَّانٌ وَرَحِيمٌ وَصِدِّيقٌ. | ٤ 4 |
Kuyabaphumela abaqotho ukukhanya emnyameni; ilomusa lesihawu lokulunga.
سَعِيدٌ هُوَ ٱلرَّجُلُ ٱلَّذِي يَتَرَأَّفُ وَيُقْرِضُ. يُدَبِّرُ أُمُورَهُ بِٱلْحَقِّ. | ٥ 5 |
Umuntu olungileyo ngolesisa lowebolekisayo, wenza izindaba zakhe ngokulunga.
لِأَنَّهُ لَا يَتَزَعْزَعُ إِلَى ٱلدَّهْرِ. ٱلصِّدِّيقُ يَكُونُ لِذِكْرٍ أَبَدِيٍّ. | ٦ 6 |
Ngoba kayikunyikinywa phakade; olungileyo uzakuba sekukhunjulweni kuze kube nininini.
لَا يَخْشَى مِنْ خَبَرِ سُوءٍ. قَلْبُهُ ثَابِتٌ مُتَّكِلًا عَلَى ٱلرَّبِّ. | ٧ 7 |
Kayikwesaba umbiko omubi, inhliziyo yakhe iqinile, ithemba eNkosini.
قَلْبُهُ مُمَكَّنٌ فَلَا يَخَافُ حَتَّى يَرَى بِمُضَايِقِيهِ. | ٨ 8 |
Isekelwe inhliziyo yakhe, kayikwesaba, aze abone isiloyiso sakhe phezu kwezitha zakhe.
فَرَّقَ أَعْطَى ٱلْمَسَاكِينَ. بِرُّهُ قَائِمٌ إِلَى ٱلْأَبَدِ. قَرْنُهُ يَنْتَصِبُ بِٱلْمَجْدِ. | ٩ 9 |
Uhlakazile, uyabanika abayanga; ukulunga kwakhe kumi kuze kube nininini; uphondo lwakhe luzaphakanyiswa ngodumo.
ٱلشِّرِّيرُ يَرَى فَيَغْضَبُ. يُحَرِّقُ أَسْنَانَهُ وَيَذُوبُ. شَهْوَةُ ٱلشِّرِّيرِ تَبِيدُ. | ١٠ 10 |
Omubi uyakubona, athukuthele; agedle amazinyo akhe, ancibilike; isifiso sababi sizabhubha.